INyosi :UGwebisa kaMandondo wakwaDlamini: UMsongi wensimbi Ayibek’ekhanda Athi yikhona Amagwal’ezakumbalekela Usima ngandonga bangamhlabi Bahlab’umbhantaka Intak’eduke nabalandakazi Ngoba iduke naBaqulusi UMagwaz’ayiqhube Ayis’ekhakonina kwaSothondose UMngun’... qhubeka ufunde »
UPhunga waseBulawini IMfundama kaNtombela Ephume ezizibeni zeMphembeni Yasibekela izintaba. Ilanga eliphume endlebeni yeNdlovu Inhlalazikweni yakithi kwaNobamba IZilokazana zikaNozidiya Ezeza eMmbambangwe zibelethene, Ukusa kwadabuka Esinye kungesaseBulawini Esinye kungesaseMakheni Inhlendla yethusi... qhubeka ufunde »
AbakwaModise Isibongo sakwaModise saqambeka ngoModise indodana ka Kata ka Sefiri (Marikgwe) ka Ntsikwe ka Mare(Patsa) kaTlopo. Lesi sizwe sakwaModise singabaFokeng bakaPatsa.Phela abaFokeng bahlukaniswe kabili, kukhona abakaPatsa kanye nabakaMmutla. Indabuko yabeSuthu iyefana neyabeNguni, Â isenhlan... qhubeka ufunde »
AbakwaNzimakwe Abantu bakwaNzimakwe bangabeSuthu ngokwendabuko. Ukhokho walaba bantu bakwaNzimakwe kwakunguMachi igama lakhe, lendoda yayiphila kudala kakhulu kanti ibuye ibe ukhokho wabantu bakwaXolo,Dlezi,Phehlukwayo, Machi, Ngutshana, Sabela nabanye. Laba bantu bakwaNzimakwe babuye baziwe‎ ngok... qhubeka ufunde »
AbakwaMdleleni Mbulazi Mntungwa Khumalo Mkhatshwa Zikode Mashobana Mdleleni Abantu bakwaMdleleni bangaMantungwa,baphuma kubantu bakwaKhumalo. UMdleleni okwaqanjwa ngaye isibongo wabe engumfowabo Mzilikazi, eyindodana kaMashobana njengabo oNzeni, oMzilikazi, oNgonyama oGquqgu nabanye. Imizi kaMashoba... qhubeka ufunde »
AbakwaMasuku Abantu bakwaMasuku kusengabantu bakwaNdwandwe. Abantu bakwaNdwandwe badabuka ngasezintabeni amaGudu.Lezi yizintatshana ezengamele umfula uPhongolo.Ngakho-ke kusashiwo uma kukhulekwa kwaNdwandwe,kwaNxumalo kumbe kwaMasuku kuthiwe ”Ndwandwe waseGudu”noma kuthiwe nina base̵... qhubeka ufunde »
AbakwaHlanyane /Mphuthi Abantu bakwa Hlanyane bangabaNguni baseMbo ngokwendabuko ize namuhla sibathola sebekhuluma ulimi lwesiSuthu. Laba bantu ngesikhathi soMfecane (sezimpi zaseMazansi neAfrika ezaqalwa amakhosi afana nawoDingiswayo, oPhungashe,oHinsa , oZwide, oMacingwane, oMjokwane namanye. Inhl... qhubeka ufunde »
AbakwaKhonjwayo Abantu bakwaKhonjwayo bangaMampondo ngokwendabuko, nabo baphuma kuSibiside waseMbo. USibiside wazala uNjanya owazala amawele oMpondo noMpondomise. UMpondo wazala isizwe saMampondo, kwathi uMpondomise yena wazala aMampondomise. KuMampondo kwabuye kwaphuma ezinye futhi izizwe ezifana b... qhubeka ufunde »
AbakwaNdamase. Abantu bakwaNdamase bangaMampondo,isibongo sabo saqambeka ngoNdamase owayezalwa yiNkosi yaMampondo iNkosi uFaku(UFaku ofakayo ungathi uyifakile kanti uyikade eboyeni) .INkosi uFaku yayizalwa inkosi uNgqungqushe kaNyawuza, wabe engumzukulu wenkosi uSibiside yaseMbo. UNdamase wayezalwa ... qhubeka ufunde »