Izithakazelo nomlando wakwaQwabe Abantu bakwaQwabe bangabaNtungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni. Sizokhumbula ukuthi abaNguni bahlukaniswe izigaba ezinhlanu,kukhona abaNtungwa Nguni, abaNguni baseMbo, aMalala Nguni (ababuye babizwe ngabaNhlenga Nguni), abaDebe Nguni ,bese kuba khona nabaThonga Ngun... qhubeka ufunde »
Izibongo zeNgwenyama u-Somhlolo ka Ndungunya . Elinye igama leNgwenyama u-Somhlolo kwakunguSobhuza. USobhuza wamaSwazi Usifuba sinengceke sinamanzi UBhuza kwezinde UMasibekela Imizi emncane angayisibekela Inyathi empondo zimnkenkenene Yadla umuntu Kwanga bamhlabe ngehloka Wadla ... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMatolo Abantu bakwaMtolo bangabaNguni bohlobo lwabaMbo Nguni ngokwezigaba zabaNguni. Akubona aBathwa noma aMamoondo njengoba abanye bethu behla besho. Isizwe saMatolo siphuma kwesakwaDlamini eSwazini. Ezinye izizwe eziphuma kwesakwaDlamini esakwaNgcolosi(Bhengu) ,Mhlon... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wesibongo sakwaNdwandwe. Abantu bakwaNdwandwe imvelaphi yabo isenhla yezwekazi laseAfrika njegabo bonke abaNguni. Ngokwezigaba zabaNguni abakwaNdwandwe bangabaNguni baseMbo noma ngithi bangaMbo Nguni. Umuntu owawunothisa kakhulu umlando wakwaNdwandwe inkosi uZwide... qhubeka ufunde »
1. Umlungu angathungwa isicoco – Kusuke kufungwa. Uma umuntu ethi into ethile ayisoze yenzeke usebenzisa sona lesi saga. Incazelo yaso iyefana neyesaga esithi “inkomo ingazala umuntu” 2. Wande ngomlomo kuhle kwesiqebetho – Wande kakhulu ngokukhuluma kepha uma sekuyiwa ekwenze... qhubeka ufunde »
1 .Ukuzithela kumalunda uzichome Lesi sisho sichaza ukuphaka impi noma ukuphuma uyolwa ngethemba lokuthi uyofike udle umhlanganiso kulowo osuke uyolwa naye, bese leso sitha sakho sizilwela ,nishayane nize nibukane , noma ugcine kuhlehle wena ophake impi Ukuzithela kumalunda uzichome -ke lokho . Is... qhubeka ufunde »
UKhozi lwakith’eMakheni Olunzipho zinde zingumjingolo Luhlezi laph’emnduzini Luqaphel’imizi yamadod’ukweluka Ugwija bathokoze Nabasemuva kwaNkomonye IThole likaGumede Elehle ngamandla eSihlangu Lingesabi nakwephuka Ginqika Thol’elimahwanqa Lakith’eMakheni Wehle ng... qhubeka ufunde »
INgagal’emabala Inyoni ezibuka ukuphenduka Ibuke iningizimu Yagqugqa yezanemvula Umthala oshay’iznhlu Phakathi kwezintaba ezimbili IThala neBabanango Unkomo zinogagu Zithwel’iningizimu Nangezimpondo Imamba enamanxeba Emikhonto nawezinhlendla UMalandela ngokulandela Izinkomo zamadod... qhubeka ufunde »
UJama kaNdaba UJama omvukuzi zimonya Ziyenqab’ukuwela Emfuleni lingani Inga zingumhlambi zingabhudla Isiduli esiphahlwe Ngamakhand’amadoda Ubhoqol’omakhandakhanda Nabalimi bensimu bangawusiphula UJama kabongwa ngabalandakazi Ubongwa yinjeye yaseMqekwini Abongwe yinjeye yaseMabhulen... qhubeka ufunde »