Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngoMathunga(Eucomus autumnalis)

    Nina abeSinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu , uZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kungumhla wamashumi amathathu nanye kuNhlaba, siyigoqa namuhla inyanga ka Meyi , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu.  Cha , thina sisaphila kwaSokhumalo. UMathunga. Nina beMbube eshoba liyisikithi lo muthi eniwubona esithombeni kuthiwa uMathunga igama lawo lesiNguni. UMATHUNGA ubizwa ngePineaple flower ngesiNgisi . Ngicela abeSilo bengawuphambanisi noZeneke ngoba lena kwaXhosa uZeneke babuiye bawubize ngo... qhubeka ufunde »

Sereto sa Matebele a ga Kekana

Sereto sa Matebele a ga  Kekana Re Matebele Makwankwana Ba hloka Kgomo ba ja motho MaNdrebele makgowa ba dla lebese nge mforoko Nge Mandrebele aga Somaele a mala Ngoba ledrebele la somaela  mala la fa Matebele barata nama kudu kudu ba ga Kekana MaNdrebele a gha Mokopane Kekana tlou letebele, Ge n... qhubeka ufunde »

Leboko la MAUBANE

*Leboko la MAUBANE* Rena ba Maubane re Bakgatla ba Mocha’ a Rakau, Re bana ba Matlaisane’a Moleka Bare Moleka imela letsogo Mme Mphiri o imele Molala. Ditlogella mangwa tse di tlogelletsweng yena mong Tabane’a Modisa botlholo wa Pogoti ya Lehaba la tladi e khibidu. Bare Bakgatla ke... qhubeka ufunde »

Leboko la BATLOUNG

***Leboko la BATLOUNG *** Ke Motloung! Ke thelle jwang ke le Motloung, Wa ha Makgekge wa Sekgwane, Motloung, Ke tla thella, Ke thelle ho mang? Ke tla thella, Ho ho tsho ha Maphiri a Phirima, Bata se phoofolo, Ngwana Mothetho, Ka mehla ena ka o hasa, Wa hlaba batho ka marumo, Wa re ke diphoofolo, Ka ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngaMabelejongosi(Eulophia cucullate)

Nina abakaMashikizela ashiye impi yakhe uMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela iNkundla yakwaBulawayo! USiziba sinzonzo sinzonzobele siminzise umuntu esathi uyageza washona waze washona nangeSicoco sakhe! INkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! Enhla nasezansi ngiyayibingelela... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNhlonhlwane (INhlashwana)

  Nina bakaSingquma kakhulumi kanamlomo akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo lona lwaqeda umuzi ngokunkenkeza!!! Nina beSilo le Nduku angilazi igama layo , sakhula oBaba beyibiza ngeNtelezi. Ngithe uma ngibuza ekhasini leNdabuko Yakho kuFacebook izinsizwa ziphendule ngokuthi le Nduku ibizwa... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMababaza(Albuca bracteate)

  Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini. Isela elintongande lawoBaleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankengenaneni! Enhla nasezansi ngiyayibingelela kuyo  yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo kuzo zonke izindawo lapho be... qhubeka ufunde »

UMathanjana (Rotheca hirsute, Butterfly bush, Matebele violet)

  Nina abakaMbombosh’omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo uSela lintongande lawo Baleka lithabath’uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kungumhla wamashumi amabili kuMeyi (Nhlaka) onyakeni ka 2023 . Ngethemba b... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMbola wentaba (Eucomis vandermerwii)

  Nina abeSinakanaka sezincwadi ebezibhalwa nguMalimande kwabamhlophe abeLungu , uKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane abanye amakhaba emila izixelelegu! IMamba yeVuna eth’ukuvuka yadla abakaYise!  Ngiyayibingelela yonke iNgabade enhla nasezansi , kungu mhla wamashumi amabili kuNhlaka (Meyi) o... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMlahleni usefile(uPhephelelangeni, Curtisia dentata)

  Nina abaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! UTeku lwabafazi bakwaNomgabhi betekula behlezi eMlovini bethi uShaka kayikubusa kayikuba nkosi kanti yilapho ayokunethezeka khona.  Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kungumhla weshumi nesikh... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!