Incazelo ngeThombonkala Nina abakaMgwazi akaqaqi uqaqelwa zinyoni.UMagalela agase njengenkosi yaMantshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu.USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo.ISilo sakithi oSuthu leso,iSilo uDinuzlu.Nina beSilo uma kukhunywa nge... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoNyongwana  (Dicoma anomala) Nina abakaSingquma khuluma bakuzw’umoya abasezitheni nabasemakhaya.Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!ISilo uDingane leso.Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeSilo.Cha, thina sisaphila eMantungweni.Nina beSilo le Nduku eniyibona... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaSabela Abantu bakwaSabela baphuma eMthandeni kubantu bakwaQwabe,umuntu abaphuma kuye kwaQwabe nguNomo indodana yenkosi uKhondlo ka Mncinci.UNomo kusengumuntu oyedwa noSomnomo.Kwahamba kwahamba uNomo wagcina esebizwa ngokuthi unguSabela. Amanye amadodana enkosi uKhondlo kwak... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMsinsi wokuzimelela ( The Lucky Bean,Coast coral tree) Nina bakaTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa imihlambi yazinyamazane.USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu.INhlahlanyovane ka Ndaba ehlehle futhi ngoBulawayo yaz... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wakwaMathamba(AbaseMacambini) Â Abantu bakwaMathaba ababuye baziwe ngokuthi bangabantu baseMacambini bangaMalala Nguni ngokwezigaba zabeNguni.Sibathola bakhe ngasemfudlaneni iNyalazi beholwa nguMathaba uqobo.Kwathi ngemuva kokukhothama kwenkosi uMathaba ubukhosi bawela kwindla... qhubeka ufunde »
Incazelo ngomuthi uQonsi (Erosemia umtamvunense) Nina bakaSifuba singungu singungubele nyakana sabhobokayo umuntu uyakuzizwa izindaba.UZitho zimbombo zimbombonono zifana nezikadadewabo uSililo.USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayuikhexa imilomo.Enhla nasezan... qhubeka ufunde »