Umlando ngoNdunankulu u-Ndlela ka Sompisi Ntuli(iNtontela) -Kuloba INtungwa lasenhla KwaSoKhumalo U-Ndlela ka Sompisi Ntuli wabe eyiqhawe elikhulu leziNgonyama oShaka noDingane, wayebuthelwe eButhweni leNtontela ebuthwa yiNkosi u-Senzangakhona ka Jama . Uyise ka Ndlela u-Sompisi wabe eyiNsila yeNkos... qhubeka ufunde »
Umlando ngenkosi uSigonyela ka Mokotjo yabaTlokwa Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo Inkosi uSigonyela yayibusa abaTlokwa bakwaMolefe endaweni yaseNtabazwe {Harismith}, yabusa kusukela ngowe 1824 kwaze kwaba u 1852 . Yona yayizalwe ngowe 1804. Isizwe sabaTlokwa sibandakanya izibongo zakwaMolefe, ... qhubeka ufunde »
Umlando ngamadodana kaVico oMande noMagaye Cele -Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo Abantu bakwaCele baphuma kubantu bakwaMthethwa , uCele ozala abantu bakwaCele wayengowakhona kwaMthethwa . Ngesikhathi sokubusa kwenkosi uDingiswayo ka Jobe kwaMthethwa , abantu bakwaCele babebuswa yinkosi uDuband... qhubeka ufunde »
Umbango phakathi kwamadodana enkosi uMapholoba Ngcobo -Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo Inkosi uMapholoba ka Mbhele yabakwaNyuswa yabusa isikhathi eside yaze yaba ndala kakhulu , ingayibekile inkosana eyayizobusa isizwe sakwaNyuswa uma yona isikhotheme. ENdlunkulu yayizale indodana yaba yinye ,... qhubeka ufunde »
Umlando ngenkosi uDingiswayo ka Jobe Mthethwa Kuloba ***INtungwa lasenhla kwaSokhumalo*** Inkosi uDingiswayo ka Jobe yaBathethwa ingenye yamakhosi ayenamandla futhi ihlonishwa kakhulu ngesikhathi seMfecane( izimpi ezadlanga kakhulu ngeminyaka yama 1800). Uyise kwakuyinkosi uJobe ka Khayi , nayo yabe... qhubeka ufunde »
Umlando ngoSikhobobo ka Mabhabhakazana Sibiya iqhawe lempi yakwaMthashana ***Kuloba INtungwa lasenhla KwaSoKhumalo*** USikhobobo ka Mabhabhakazana Sibiya wayayiqhawe leZilo oCetshwayo ka Mpande noDinuzulu ka Cetshwayo .Wayebuthelwe ebuthweni uNokhonke ebuthwa yiSilo uMpande ka Senzangakhona. Wayebuy... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaKhanyile ***Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo*** (Lo mlando ucashunwe encwadini ka Solwazi J Maphalala esihloko sithi ‘Izibongo zamakhosi akwaZulu uMqulu 3) Abantu bakwaKhanyile bawuzalo lwenkosi uMalandela njengabantu bakwaQwabe, abakwaZulu, abakwaSibiya, abakwaGaz... qhubeka ufunde »
Kuloboba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo.. UMagolwana ka Mkhathini Jiyane wayeyimbongi enkulu ka Zulu ngesikhathi sokubusa kweZilo oDingane noMpande . Abantu bakwaJiyane baphuma kubantu bakwaMtshali. Ukhokho wabo nguJiyane wakhona eMantshalini owaxoshwa esizweni ngoba ekhulelise udadewabo. UJiyane wa... qhubeka ufunde »
Umlando ngoZwangendaba Jele iqhawe leNkosi uZwide Kuloba uBongani Kholo Khumalo UZwangendaba Jele wayeyiqhawe lenkosi uZwide ,wayeyinduna enkulu yebutho lenkosi uZwide elalaziwa ngokuthi yibutho laMaphela . Imbongi uMxhamama ka Soshaya Sibisi iyalithinta ibutho laMaphela ezibongweni zeSilo uShaka um... qhubeka ufunde »