Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Masikane

AbakwaMasikane kwakungabantu banye nabakwaDlomo eMakhabeleni, uKhokho wabo omdala kwakunguNdimane. Ngenkathi kuphinge izingane zakwaDlomo okunguNodada nomfowabo. Inkosi Magedama yabiza umhlangano kwaphuma isinqumo sokuthi basikelwe indawo eseMakhabeleni, eNdimakude. Indlu kakhokho uNdabambi kaMdimane wakwaDlomo owayezala indodakazi uNodada yaseka indodakazi yabo baluduba uzalo. Ngenxa yokuthi babesikelwe indawo yabo bafike bazibiza ngoMasikane bangabe besazihlanganisa nakwaDlomo. Ukhokho Ndabambi ubezalwa uMdimane abafowabo kunguLanga noZipho. Yena wazala uNombanga kanye nabanye. Bagcina sebeh... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!