Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Hlongwane

Umlando ngesibongo sakwaHlongwane Abantu bakwaHlongwane ababuye babizwe ngokuthi bangaMangwane bayisizwe eaikhulu kakhulu,futhi esinomlando onothe kakhulu,futhi omude kakhulu.Isibongo sakwaHlongwane sisuselwa egameni lenkosi yaso inkosi uLuhlongwane kaSangolibazi eyabe iphila eminyakeni yama 1200 ng... qhubeka ufunde »

Hadebe

Umlando ngesibongo sakwaHadebe Umlando wesizwe samaHlubi, okwavela kuso abakwaHadebe sidabuka emhlangeni echibini elikhulu kwaNdondondo,eCongo. Kuthiwa abantu babelokhu bezwa abantu bekhuluma kuloleli chibi elalesatshwa khona emhlangeni.Kuthiwa babekhuluma sengathi beza nganeno.Kwathi lapho bephuma ... qhubeka ufunde »

Hlongwa

Umlando ngesibongo sakwaHlongwa Isibongo sakwaHlongwa sengesinye sezibongo ezinkulu kwelikaMthaniya.Kulesi sibongo kuphuma ezinye izibongo ezifana nesibongo sakwaKhawula,esakwaJeza,esakwaKhuluse , esakwaShozi , esakwaMaluleka  esakwaLange nezinye izibongo.Abantu bakwaHlongwa emandulo  babakhe eMzu... qhubeka ufunde »

Hlophe

Umlando ngesibongo sakwaHlophe Abantu bakwaHlophe imvelaphi yabo iseSwazini. Isibongo sakwaHlophe singesinye sezibongo ezehluke ngezithakazelo noma ngithi ngezithopho.Isibonelo nje bakhona oHlophe abangamfaki uThumbeza ezithakazelweni zabo.UThumbeza yisona sithakazelo abantu bakwaHloph abaziwa ngaso... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!