Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Simelane

Simelane Mntungwa Magutshwa Nina bakaMpembe Nina bakaLokothwayo Ndlebe zimchewane, Zachewulwa ngamagundane. Ndlovu zidla’ ekhaya Ngokweswel’ abelusi Nina bakaShihhawu nesibovana Nina bakaNgwane Mazalankosi Nina bakaSidlukula dlwedlwe sakwaLobamba Sasibaphethe, Sibadlukulisa. Nina bakaNkobe ziphekw’ emthini Zafik’ emagaleni zanyanta Mnguni omuhle waseBuhleni Mqhewu ka Lokothwayo Mnguni wasebuhleni Mnguni waseGudu Mnguni wakoNtshingila Wena owagiqika ngesilulu eNkalaneni Wena umuhle kakhulu Wena  ozala uSomhlolo(Sobhuza wokuqala) Ndlovu zadl’ ekhaya ngekwesw’... qhubeka ufunde »

Sukazi

Sukazi Msime lomnyama wakwaGodlwayo(intaba) Onduku zibomvu ngokujikijela Mavundla owavundla nentaba uGodlwayo Mbonani Wena ophuza ngenhla komfula Ngoba ngenzansi kugeleza igazi lamadoda Wena kaJuba elawela iMozane laphindelela Abanini baselibele. Wena omuhle omhlayimbe onjengobudimba.     ... qhubeka ufunde »

Mqwambi

Mqwambi Rhabi Tshanabe Tshazibane Holomi Somjembu Jelwayo Tyhala Mpaku Ntshingolo Dubani Manana Nkwazi Manyhanyha Mhonga Bhangqa Maroloma Sahluko Ntsunswana Intsimbebomvu Mgcaleka Khawuta Gagalagaga nyawo zinentsente Into ezinezithende ezinkulu Into ezaphuma zabheke’ngqina Zabuya nethambo le bhube... qhubeka ufunde »

Maleka

Maleka Ke Mofokeng wa ha Kgetsi a Malekele Batho ba neng ba leke letlalo la kgomo Le eso falwe La bahlola , la kwala batho ba Dijana Batho ba mohlano o mofubedu O reng tleretlere Osezithombeni nguMpho Maleka owayengumdlali webhola

Sebolela

Sebolela Ke Mofokeng wa Sebolela sa Kwena Motho wa mohope o mosweu Bongata bo lopa metsi Nna ke lopa hloya, mafi Ledu sa kgomo mafiela fatshe Leme la kgomo koba matlakala

Mzobe

Mzobe, Ngcolwane, Phohla, Walawala, Khinibe Hlekani Nongoza omuhle, Jojwane, Bhidi Malala Zembe libomvu, Majilane Sombude Inyoni ephuza kwezinde iziziba Ithi ngaphuza kwezimfishane inqundeke umlomo Wena owafundis’abant’uk’hleka Bengakwazi bethi amazinyo zingcili, Thangana, Welinjan... qhubeka ufunde »

Umlando ngempi yaseSandlwana (22 ku -Masingana 1879)/The Battle of Sandlwana (22 January 1879) 

Umlando ngempi yaseSandlwana (22 ku -Masingana 1879)/The Battle of Sandlwana (22 January 1879) #Kuloba uKholo Khumalo iNxazonke Impi yaseSandlwana yalwa mhla zingama 22 ku Masingana 1879 . Lempi yayiphakathi kukaZulu namaNgisi, uZulu ngaleso sikhathi wayebuswa iSilo u-Cetshwayo kaMpande . Kulempi uZulu wadla umhlanganiso . Impi yamaNgisi yayiningi ngesibalo ukudlula eyakwaZulu. Imbangela yokwanda kwempi yamaNgisi kwaba ukuthi yayimbandakanya namambuka ayehlubuke uZulu ayozimbandakanya namaNgisi. Enye imbangela kwaba ukuba khona kwesizwe saBatlokwa benkosi u-Hlubi kaMotha ukuzokwelekelela amaNgisi . Kanti nabo abamhlopje bebodwa babevele bebaningi ngoba kwakuqhamuke abamhlophe ababesuka koCanada , Austria , New Zealiland , Australia, America ,AmaNdiya nabanye. Inkosi u-Hlubi yanikela ngamabutho angama 800. Lawo mabutho aba yingxenye yebutho labohlanga elalibizwa ngokuthi i-ANNC (African Natal Native Contingent) . Leli butho labohlanga i-ANNC lalibuthwe amaNgisi ayeyizelamani o-Samuel no Robert Samuelson . LamaNgisi ayebuthe cishe zonke izinsizwa zengabade ezazingahambisani nombuso kaJininindi ka Ndaba . Ngamanye amazwi leli butho labe liyibutho lamambuka. Izinduna zalo kwakungo

Zimu

Khambule, Mncube, Mzilankatha Nyawo zinsundwana Malandelilanga Madlazitha Wena ogeza ngobisi abanye begeza ngamanzi AMaNcube aMazilankatha ansundu nangenyawo Akhonza agoduke abuyele ekhaya Ayowakha umuzi omkhulu Nina bakwaMalandela ngokulandela ilanga Nina bakwaMtheli umamtheli ulele ngaphandle komu... qhubeka ufunde »

Mzileni

Mzileni Nyawose Gama elikhulu Mbizana Wela lomfula ongawelwa Owelwa zinkonjane eziphapha phezulu Mzileni ka Mahlashana Dabile Mntungwa ka Mbulazi Nina baseNgome Bhodlankomo

Nyawose

Nyawose Mntungwa Bhodlankomo Lukhungo Wena owehla ngesilulu Upheth ikhathazo lokukhathaz’ amadoda Nzipho zinde ziyabhala ziyadendebula Ntungwelihle elincwaba Gwaza ka Mahlashana Mzileni Dabile Mntungwa ka Mbulazi Mzileni ka Mahlashana

error: Akuvumelekile lokho !!