Sukazi

Sukazi
Msime lomnyama wakwaGodlwayo(intaba)
Onduku zibomvu ngokujikijela
Mavundla owavundla nentaba uGodlwayo
Mbonani
Wena ophuza ngenhla komfula
Ngoba ngenzansi kugeleza igazi lamadoda
Wena kaJuba elawela iMozane laphindelela
Abanini baselibele.
Wena omuhle omhlayimbe onjengobudimba.

 

 

UMnu Tim Sukazi onguMengameli weqembu lebhola i-TS Galaxy FC

 

 

 

 

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo