Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Izithakazelo zakwaDlamini-Nkhosi

Izithakazelo zakwaDlamini-Nkhosi Nkhosi! Dlamini !  Wena weKunene Wena weluHlanga lwakwaNgwane Wena omuhle kakhulu Sidlubuladlwedlwe sakaLobamba lesithi sibapha sibe sibadlubulisa! Wena lowabophela lokuhle emfuntini watsi mfati ubotala!  Sidvwabasilutfuli singaba ncwaba seta noMlandzakati  Nyatsi le mpondvo timankhenkenene! Nyatsi leyadla muntfu kwanga bamhlabe ngeliHloka! Vuso leladla muntfu osesiswini kwatsi lo ngaphandle wasinda ngekutibalekela! Mahlala elukhandzeni lweNyatsi – Wentela beNyatsini khona betokubalekala! Mangcwangu! Mangcwangu ka Samketi ! Samketi sineMbovu kuMalangen... qhubeka ufunde »

Izithakazelo zakwaMalunga

Izithakazelo zakwaMalunga Malunga, Thulisa, Mntungwa, Ngengelezi, Ngqondo ka Zishawushawu. ABawelase,abawele ngezindlela ezimpambosi bewela ngeSilulu! AbakwaSjalimane esala ukumlandela, Jojo beswele kuze kweswele nezintakakazi, INcwincwi eyaphuza eMhlathuze kwafa amadoda, USilwane esaphuma embizeni ... qhubeka ufunde »

Umlando ofinqiwe ngoMngoye ka Dingiswayo Mthethwa

Umlando ofinqiwe ngoMngoye ka Dingiswayo Mthethwa Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala!UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi!IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma!ISilo sakithi kwaDukuza leso,iSilo uShaka.Nina ... qhubeka ufunde »

AbakwaGama eMalawi,Zambia,Zimbabwe naseTanzania

AbakwaGama eMalawi,Zambia,Zimbabwe naseTanzania Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama,yiwona onguBaba,yiwona oyongilamulela!UKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi emaphethelweni!Inkosi uMalandela leyo,inkosi yakithi kwaNkomonye.Nina beSilo le ndoda eniyibona esithombeni uShep... qhubeka ufunde »

Umlando ngoMussa Bin Bique owaqanjwa ngaye iMozambique

Umlando ngoMussa Bin Bique owaqanjwa ngaye iMozambique Nina abeNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! Ngethemba nisaphila nina beSilo.Esithombeni uMussa bin Bique okwaqanjwa ngaye izwe laseMozambique,uyena owayebusa eMozambikwe engakafiki amaPhumalimi angamaPutukezi ayeholwa nguV... qhubeka ufunde »

Siwela

Umlando ngesibongo sakwaSiwela Nina abakaMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani?USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo!ISilo sakithi oSuthu leso,iSilo uDinuzulu ka Cetshwayo.Ake sibheke umlando wabantu bakwaSiwela nina beSilo,ngamafuphi nje.... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMthunyelelwa  ( Pleurostylia capensis)

Incazelo ngoMthunyelelwa  ( Pleurostylia capensis) Nina abakaCala lathethwa ngomkhonto kubo kwaMalandela amanye amacala ethethwa ngezindukwana.USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo.ISilo sakithi oSuthu leso.iSilo uDinuzulu kaCetshwayo.Ngethemba b... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNhlwathi umuthi

Incazelo ngeNhlwathi umuthi Nina abeGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma,inkomo eyakhala eMthonaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala.Ngethemba basaphila abeSilo’. INhlwathi  Nina beSilo le nduku eniyibona e... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNdungula  (Siphonochilus aethipicus)

Incazelo ngeNdungula  (Siphonochilus aethipicus) Nina abakaHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya.UZulu lizayo kwezani abantwana ngabadala abayozibalekela.UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi.ISilo sakithi kwaDukuza leso,iSilo uShaka.Ngethemba basaphila abeS... qhubeka ufunde »

AmaNtungwa aseMpuma Koloni aphuma kuMdletshe ka Langa 

AmaNtungwa aseMpuma Koloni aphuma kuMdletshe ka Langa  Nina abeMbube eshoba liyisikithi ngethemba nisaphila nina beSilo.Esithombeni uDade uPapama Tshangana onguMethuli wezindaba kuMabonakude.Abantu bakwaTshangana kusengabantu bakwaKhumalo.Baphuma kuMdletshe ka Langa wakwaKhumalo.Abantu bakwaTshanga... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!