Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Umlando ofinqiwe ngoMngoye ka Dingiswayo Mthethwa

Umlando ofinqiwe ngoMngoye ka Dingiswayo Mthethwa Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala!UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi!IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma!ISilo sakithi kwaDukuza leso,iSilo uShaka.Nina beSilo ake sikhe phezulu umlando kaMngoye indodana yenkosi uDingiswayo.Ayemaningi amadodana enkosi uDingiswayo,singabala uSeyama,uSomveyi,uMthakathi,uNgungumbana,uSonkonde,uShuqu.uManqe,uKhuzwayo,kanye nabanye abaningi.Ngemuva kokukhothama kwenkosi uDingiswayo iLembe labeka uMmbiya ka Shangana ukuba... qhubeka ufunde »

AbakwaGama eMalawi,Zambia,Zimbabwe naseTanzania

AbakwaGama eMalawi,Zambia,Zimbabwe naseTanzania Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama,yiwona onguBaba,yiwona oyongilamulela!UKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi emaphethelweni!Inkosi uMalandela leyo,inkosi yakithi kwaNkomonye.Nina beSilo le ndoda eniyibona esithombeni uShep... qhubeka ufunde »

Umlando ngoMussa Bin Bique owaqanjwa ngaye iMozambique

Umlando ngoMussa Bin Bique owaqanjwa ngaye iMozambique Nina abeNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! Ngethemba nisaphila nina beSilo.Esithombeni uMussa bin Bique okwaqanjwa ngaye izwe laseMozambique,uyena owayebusa eMozambikwe engakafiki amaPhumalimi angamaPutukezi ayeholwa nguV... qhubeka ufunde »

Siwela

Umlando ngesibongo sakwaSiwela Nina abakaMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani?USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo!ISilo sakithi oSuthu leso,iSilo uDinuzulu ka Cetshwayo.Ake sibheke umlando wabantu bakwaSiwela nina beSilo,ngamafuphi nje.... qhubeka ufunde »

AmaNtungwa aseMpuma Koloni aphuma kuMdletshe ka Langa 

AmaNtungwa aseMpuma Koloni aphuma kuMdletshe ka Langa  Nina abeMbube eshoba liyisikithi ngethemba nisaphila nina beSilo.Esithombeni uDade uPapama Tshangana onguMethuli wezindaba kuMabonakude.Abantu bakwaTshangana kusengabantu bakwaKhumalo.Baphuma kuMdletshe ka Langa wakwaKhumalo.Abantu bakwaTshanga... qhubeka ufunde »

USomtswewu ka Sonzica ( Theophilus Shepstone)

USomtswewu ka Sonzica ( Theophilus Shepstone) Nina beSilo nango-ke uSomtswewu ka Sonzica (Theophilus Shepstone)iNgisi elivela ezibongweni zeSilo uCetshwayo uma kuthiwa “IBululu likaPhunga noMageba eladonda ukusuka kwaze kwasuka awezindlwala! OShele kaDolofu kumaQadasi(amaBhunu),oMzitshana kuma... qhubeka ufunde »

Umlando ngoManembe ka Gagamela wakwaDumisa

Umlando ngoManembe ka Gagamela wakwaDumisa Nina beMbube eshoba liyisilikithi uGuqabadele-iNhlambamasoka uZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo!Nanso-ke inyanga yeSilo uCetshwayo uManembe ka Gagamela wakwaDumisa onguKhokho kaTshatha Ngobe(uMsakazi)ngasohlangothini lukaMa.Lalaziwa ikhubalo ku... qhubeka ufunde »

Umlando ngenkosi uSokwetshatha ka Myandeya Mthethwa

Inkosi uSokwetshatha ka Myandeya Mthethwa Nina abeZulu eladuma eNhlangwini kuBathembu aBathembu bakhweza baya ngoJama ka Mnisi,uSombangeya akasoze atshelwa ndaba uyatshelwa izindaba ugijimela ehawini!Esithombeni nina beSilo uSandile Mthethwa odlalela uSuthu.Nina beSilo ake sixoxe kancane ngenkosi uS... qhubeka ufunde »

Umlando ofinqiwe ngenkosi uPhakathwayo ka Khondlo

Umlando ofinqiwe ngenkosi uPhakathwayo ka Khondlo Nina beSilo esithombeni nguBaba uBongani Gumede onguMlingisi,udlala kwiScandal ETV.Inkosi uPhakathwayo ka Khondlo Qwabe yayibusa abantu bakwaQwabe ngesikhathi sokubusa kweLembe.Abantu bakwaQwabe baphuma kuQwabe indodana yenkosi uMalandela,uQwabe waye... qhubeka ufunde »

Umlando ngesikole iMaqhekeni High School eZimbabwe

Umlando ngesikole iMaqhekeni High School eZimbabwe Nina beSilo esithombeni wuphawu lwesikole iMaqhekeni Secondary School esiseNingizimu yezwe laseZimbabwe.UMaqhekeni wayengowakwaSithole,ezalwa uMagogo kaNzece wakwaSithole.Empeleni igama likaMaqhekeni eliqondile kwakunguMagqekeni Sithole,kodwa kwaham... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!