Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngoMmemezi omhlophe.

Nina abakaSingquma khuluma bakuzwe umoya abasezitheni nabasemakhaya! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangaene ezinye ziyokufa uMdlebe! INdudumo yakithi eMgungundlovu! #UVezi lowo! ISilo sakithi eMgungundlovu , iSilo uDingane! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Cha, thina sisaphila eMantungweni.. UMmemezi omhlophe .   Nina beSilo leli xolo enilibona esithombeni eloMmemezi omlophe . Zimbili izinhlobo zeMmemezi futhi zombili zinhle kabi kwiZikhafulo. Kukhona uMmemezi omhlophe kanye nobomvu. UMmemezi akuwona uMjacaranda nina beSilo, uMmemezi wande ngapha... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNhlungunyembe(Acokanthera oblongifolia )

Nina abakaVezi uNonyanda uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo, uMashikizela ashiye impi yakhe! UQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyofa uMdlebe kwaSoshangane! #ISilo uDingane lesoIISilo saseMgungundlovu..Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba isaphila. Cha, thina sisaphil... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoXhaphozi (ISishoshokazane)

Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini! UQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyofa uMdlebe kwaSoshangane! #ISilo uDingane leso! Nina beSilo le Nduku eniyibonayo kuthiwa uXhaphozi igama layo , ibuye yaziwe ngeleSishoshokazane , noma ngeMpawana. Angilitholanga i... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMbulu.

Nina abakaSimayedwa njengeLanga lona limi lodwa eZulwini ! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! #ISilo uMpande leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba nisaphila nina beSilo . Cha, sisaphila thina eMantungweni. Nina beSilo le silwane enisibona... qhubeka ufunde »

Incazelo ngenyoka iVezimanzi, uVuzamanzi(Lycodonomorphus rufulus,Brown water Snake)

Nina beSilo sakithi oSuthu uZitho zimbombo zimbombonono zifana nezikaDadewabo uSililo, USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nasezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo!#ISilo uDinuzulu leso!  Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Nina beSilo le nyoka eni... qhubeka ufunde »

INyathelo \ Platycarpha glomerata

Nina abakaVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini , iSela lintongande lawoBaleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni{kwabaMhlophe, oPritorious} Nina beSilo uma ungumuntu wesifazane onenkinga yenzalo , awukwazi ukumumatha ,ake uthathe izimpa... qhubeka ufunde »

Umlando ngoMntwana uDabulamanzi ka Mpande(uMntwana waseZulwini)

Nina beSilo ,nina abakaMdayi sabela kweliphesheya ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba nisaphila nina beSilo. Cha, thina sisaphila eMantungweni. Ake sibheke umlando ngoMntwana uDabulamanzi ka Mpande *Kuthiwa uMntwana uDabulamanzi wazalwa ngowe 1839 , kuthiwa wazalwa ngesikha... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeziNduku eziqinisa uBhoko lweSisu.

Nina beSilo ngiyanibingelela enhla nasezansi, ngibingelela kakhulu emaHwanqeni. Nina bakaKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni!#Inkosi uMalandela leyo. Ngethemba isaphila iNgabade , cha, sisaphila thina kwaKhumalo . Nina beSilo ziningi izizathu ezibangela ukungasebenzi kahle koBhoko l... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMthombo

Nina abakaMakhalima akhande njengezulu lona limakhalima limandindizela! USomnandi ka Ndaba woza ngoza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! #ISilo uMpande leso! Nina abeSilo ngiyanibingelela enhla nasezansi , ngethemba isaphila yonke iNgabade. Cha, sisaphila thina eMantungweni. Lo muthi eniwu... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeShaqa

Nina abakaKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Cha, thina sisaphila eMantungweni kungumhla weshumi kuMandulo (Septemba) onyakeni ka 2023 . IShaqa Nina beSilo le Nduku eniyibonayo kuthiwa iShaqa igama lalo... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!