Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni!! INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!!#ISilo sakithi eMgungundlovu leso, iSilo uDingane kaSenzangakhona….. Nina be... qhubeka ufunde »
Nina beSilo sakithi oSuthu uCala lathethwa ngomkhonto kithi kwaMalandela amanye amacala ethethwa ngezindukwana! USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo! UMkhumbi gudluka sibone amaMgumgedlela!#ISilo sakithi oSothu leso iSilo uDinuzulu ka Cetshwayo .... qhubeka ufunde »
Nina abeNkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini abengoma! UTeku lwabafazi bakwaNomgabhi betekula behlezi eMlovini bethi uShaka akayikubusa akayikuba nkosi! #ISilo uShaka leso ! ISilo sakithi KwaDukuza! Nina beSilo ake sibheke izibongo zeS... qhubeka ufunde »