Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Zulu

Izibongo zeSilo uShaka kaSenzangakhona INyosi : uMxhamama kaSoshaya wakwaSibisi UDlungwane kaNdaba*!UDlungane woMbelebele!Odlung’emanxululumeniKwaze kwasa amanxuluma esebikelana UMjokwane aNdabaUsalakutshelwa usalakunyenyezelwaUsishaka kasishayekiUnodumehlezi kaMenziIlembe eleq’amanyeAmalembe ngukukhalipha Igawu bazakulilumaBazakuliphimisaBakhumbule amagawu abebesiUteku lwabafazi bakwaNomgabhiAbabetekula behlez’emloviniBeth’uShaka !Akayikubusa , kayikuba ‘NkosiKanti kuyinyakanaUShaka ezakunethezeka UShaka ngiyesaba ukuthi nguShakaUShaka kwakuyiNkosi yaseMashobeniU... qhubeka ufunde »

Mazibuko

AbakwaMazibuko AbakwaMazibuko bangaBaMbo Nguni, bayinzalo kaNtsele njengabantu bakwaZwane . Bazibiza ngenkosi yabo uMungwe, yingakho baziwa ngokuthi bangaMangwe noma abaseMangweni.Umlando uveza ukuthi abakwaMazibuko bahlobene eduze nabakwaZwane futhi kufanele ngabe abaganiselani ngoba ngokomlando ba... qhubeka ufunde »

Kheswa

AbakwaKheswa Abantu bakwaKheswa babengabakwaHadebe; bengamaHlubi, behlala endaweni osekuyi-Utrecht manje. Babemunye noBhungane owayedume ngobunyanga, ephatha intelezi yempi eyayinamandla ayisimangaliso. Kuthiwa-ke yiyo le ntelezi eyabangela ukuthi iLembe lifise ukumgwinya uBhungane, limfake ngaphans... qhubeka ufunde »

Hadebe

AbakwaHadebe Umlando wesizwe samaHlubi, okwavela kuso abakwaHadebe sidabuka emhlangeni echibini elikhulu kwaNdondondo, eCongo. Kuthiwa abantu babelokhu bezwa abantu bekhuluma kuloleli chibi elalesatshwa khona emhlangeni. Kuthiwa babekhuluma sengathi beza nganeno.Kwathi lapho bephuma echibini baphuma... qhubeka ufunde »

 

error: Akuvumelekile lokho !!