Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Mgwaba

Izithakazelo zakwaMgwaba. >>>. Mbhense! Mgwaba! Bhensela, Sindane, Sibind’ esimnyama nenyongo yaso. Wena kaMpiko, Ntombi kazendi, zenda ngonyezi Ngoba ngomnyama zesaba ukuqhuzuka Nyath’ emnyama kaSobhalabhala Nin’ abahle njengomkhono wendlovu Nina bakwaZulu Mhoboyi kaMpiko. >>>>>>>>> Umlando wakwaMgwaba: Indodana kaMbhense ogama layo kwakuwuMgwaba kwakuyiqhawe nensizwa enogazi emndenini wakubo. Kwahamba kwaze kwathiwa abantu ababengaphansi kwakhe babizwa ngaye kwaba abakwaMgwaba. Lokhu okuveza insila nohlanga labo ukuthi badabuka kwaMbhense. Baziwa ngo... qhubeka ufunde »

Jali

Izithakazelo zakwaJali  >>>>>>>>>>>>> Bhengu Shongololo wathi uyilithinta lahwaqabala Ngabe siyakudla sesaba imilenzelenze Ngwane abayibnone ngesondo ukuthi iwelile Wena kaLamula Bhengu Ngcolosi Dlabazane Sijongo Ngwane Lukhungu Ziphongo Nhlamkhono Wena ow... qhubeka ufunde »

Nene

Izithakazelo zakwaNene >>>>>> Nene! Sithenjwa! Vezi! Mngadi kaNgema Madlokovu Owadlokovula imifula, bethi imifula yenile! Igcwele izingwenya nezingonyama, Madlokovu eseMphungandlu eMthonjaneni! Madlokovu sabela uyabizwa eNkonjeni. Sithuli saseNgweni esingasho lutho kumuntu Nqoyi, M... qhubeka ufunde »

Chili

Izithakazelo zakwaChili  >>>>>>>> Mthuyi, Mnguni! Qwabe kaNozidiya, Khuzwayo! Mlamlankunzi Ungaziyeka zibulalane Mthatathu kaGumede, Nin’ eniguvuzela umuntu ngehemu lakhe. Isigogo esisind’ abatshathi. Donga olulal’ amankentshane Nina bas’ Ongoye. Mbuse, Malinda L... qhubeka ufunde »

Sokhulu

AbakwaSokhulu Abantu bakwaSokhulu babakhelane nabakwaKhumalo ngaseMfolozi emyama. Bathi indoda yakwaSokhulu yayishiya indawo yakubo yalibhekisa ngasolwandle lapho kwakwakhe khona isizwe sakwaMthethwa siphethwe inkosi yaso uKhayi kaXaba. Le ndoda igama layo kwakunguDlabela kaSikhangane kaNoxoko ... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!