Izithakazelo nomlando wakwaShongwe Abantu bakwaShongwe bangabeNguni baseMbo ngokwezigaba zabaNguni.Imvelaphi yabo ixhumene neyakwaDlamini,Shabalala ,Kunene,Mavuso nezinye.Ngenkathi befika kuleli eliseAfrika eseMazansi bafika bazinsa lapho sekuyizwe laseSwazini khona.Babekade beqhamuka enhla nezwe nj... qhubeka ufunde »
Incazelo ngePhophoma (Sacamone alpini) Nina bakaSomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo.UMagalela agase njengeNkosi yaMantshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu.ISilo uDinuzulu leso.Ngethemba basaphila abeSilo.Le nduku eniyibonayo ibizwa ngokuthi y... qhubeka ufunde »
Incazelo ngePhuphuma(Ilexi mitis) Nina abeNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe.USela lintongande lawo Baleka elithabathe umshiza lawetshatha liyakugalela ngawo eMankenganeni.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo.Cha,thina sisaphila kwaSokhumalo.Nina beMbube eshoba liyisikithi... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeDumbe likaNhloyile(uMphopho\Scadoxus paniceus) Nina abakaKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni,iNgondlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba.Inkosi uMalandela leyo iSilo sakithi oDwini! Enhla nasezansi ngiyazibingelela zonke iziNgabade,ngethemba... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMabusane (Capparis tomentosa) Nina bakaSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya,iNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe.UVezi ngimfumane bemzila ngafike ngamudla kanti ngizifaka iLoyi esiswini.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo. Ngethemba nisap... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoNgibonisele(Acalypha glandulifolia) Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye,ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe.UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbul’amaGawu abebesi.UZulu lizayo khwezan’abantwana ngabadala bodwa abay... qhubeka ufunde »
Incazelo ngeGalukuni (Turkey) Nina aboGasane kade lubagasela lugasele uPhungashe wakwaButhelezi lwagasel’uSondaba woMthanda ehlez’eBandla lwagasel’uMacingwane eNgonyameni.UMgengi phez’izitha kuseHlobo,utshani bude buzokugabanisa.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo,ngethemba basaphila ... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoJundumlahleni  (Curtisa dentata) Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela,uDunjwa yedwa limkhandanisele.Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila.USilwane hhelele emzini yabantu.USilwane ubengelutho,ubeyinduna kwaDibandlela.ISilo sakithi ... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMphafa ( Ziziphus mucronata Nina abakaMenzi akabongwa ngabalandakazi ubebongwa ziNjenje zaseMqekwini.Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo.Ngethemba basaphila. UMphafa (UMlahlankosi) .Lo muthi eniwubonayo ubizwa ngokuthi uMphafa igama lawo,ubuye waziwe ngeloMlahlankosi.Lo muthi ... qhubeka ufunde »