Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngeNdungula  (Siphonochilus aethipicus)

Incazelo ngeNdungula  (Siphonochilus aethipicus) Nina abakaHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya.UZulu lizayo kwezani abantwana ngabadala abayozibalekela.UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi.ISilo sakithi kwaDukuza leso,iSilo uShaka.Ngethemba basaphila abeSilo. INdungula (ISiphephetho) Nina abeSilo le nduku eniyibonayo kuthiwa yiNdungula igama layo.Inesigaxa esinephunga elinamandla kakhulu.Kuye kusetshenziswe sona kanye leso sigaxa kwezaMakhathakhatha.Siye sonyiswe bese singena kwezokushunqisa ekhaya kuxoshwe imimoya emibi.Siyangena nakwezokuchela ikh... qhubeka ufunde »

AmaNtungwa aseMpuma Koloni aphuma kuMdletshe ka Langa 

AmaNtungwa aseMpuma Koloni aphuma kuMdletshe ka Langa  Nina abeMbube eshoba liyisikithi ngethemba nisaphila nina beSilo.Esithombeni uDade uPapama Tshangana onguMethuli wezindaba kuMabonakude.Abantu bakwaTshangana kusengabantu bakwaKhumalo.Baphuma kuMdletshe ka Langa wakwaKhumalo.Abantu bakwaTshanga... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!