Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngoMpikayiboni \Cephalaria humilis:

  Nina abakaGawu bazawuliluma bawuliphimisa bakhumbul’amagawu abebesi! UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibakelela! INkomo eyakhal’eMthonjaneni izizwe zonke zayizw’ukulila! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kuwu mhla wamashumi amathathu nanye kuNdasa , onyakeni ka 2023 . Ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Cha , thina eNdinaneni sisaphila. Lo muthi eniwubona esithombeni uyintelezi enkulu engena ezithakweni zezintelezi zokuchela ekhaya ezivimbela imimoya emibi kanye nezinyoka ukuba zingangeni ekhaya. Kuthiwa le ntelezi eNdulo yabe ingeye yezintelezi ez... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMlomomnandi\Liquorice\Glycyrrhiza glabra:

Nina abakaMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele ,uNgalo zimqingo ziyakwazi ukuphatha iSibhamu sinjengezabeSuthu bakoFebane! INgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kuwumhlaka wamashumi amathathu kuNdasa onyakeni ka 2023. Ngethemba bayaph... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMnyamathi \uMathunzentaba\Cape Ash\Ekebergia capensis:

  Nina abeNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi , uMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele! UNgalo zimqingo ziyakwazi ukuphath’iSibhamu zinjengezabeSuthu bakoFebane! UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemb... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMpinda\iMpindamshaye\Slangklimop\IMfulwa\Snake climber\Adenia gummifera:

  Nina aboVemvane lukaPhunga noMageba uVemvane lumabala azibhadu ngibe ngiluthinta luyahwaqabala lunjengoPhunga waseBulawini lunjengoVumakubangoma! USingquma khuluma bakuzw’umoya abasezitheni nabasemakhaya! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Cha, th... qhubeka ufunde »

Ukudla kwaseMasimini:

Nina beMbube enamandla ake sibheke ukudla noma izitshalo zasemasimini.Ziningi izilimo ezitshalwa emasimini , iningi lazo zitshalelwe ukudliwa njengokudla kwamihla yonke. Kanti zikhona nokho ezitshalelwa umsebenzi owehlukile , njengokuphisa utshwala . Okunye esingakuphawula wukuthi zikhona izitshalo ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoChakide\Galerella sanguinea\Slender Mongoose:

Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha  liyawugalela ngawo eMankenganeni! UMkhwamude owangisika isilevu , uSungulo olude lwangithunga impumulo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abeSilo kuwumhla wamashumi amabuli nane kuNdasa onyakeni ... qhubeka ufunde »

Umlando ngeSilo sakwaKhethomthandayo , iSilo uBhekuzulu Cyprian Nyangayezizwe ka Solomon Zulu

  ISilo sakwaKhethomthandayo , iSilo uBhekuzulu  Cyprian Nyangayezizwe ka Solomon ka Dinuzulu kuthiwa sazalwa mhlaka zizine{4} kuNcwaba 1924 , sakhothama mhlaka 17 kuMandulo 1968, sakhothama sineminyaka engamashumi amane nane{44}. Ibutho laso kwabe kunguManukelana {INgangakazane eyanukela iziz... qhubeka ufunde »

Izilwane zaseNdle ezidla ezinye izilwane{Carnivores}

  Nina beSilo ake sibheke izilwane zaseNdle ezidla ezinye izilwane , phecelezi ama-Carnivores. Sizoqala ngalezi ezibizwa ngama-Kati \oMangove baseNdle, phecelezi Wild Cats. Lezi zilwane zibandakanya amaBhubesi , iziNgwe, iziNgulule, ama-Thayiga njalo njalo. Iningi zazo ziyakwazi nokukhwela emth... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoZililo\uNozililo\Huernia hystrix\Stapelia gigantea:

  Nina beNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi ! UMudli wenguyazana eyedwa kwaNolele! UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba abeSilo basaphila kungumhla wamashumi amabili kuNdasa onyakeni ka2023 . Cha... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoManzamhlophe:

Incazelo ngoManzamhlophe  Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela.UGawu bazawuliluba bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! Enhla nasezansi ngiyayibingela yonke iNgabade kuwumhla wamashumi amabili kuNdasa onyakeni ka 2023.Ngethemba nisaphila nina beNgwazi,cha t... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!