Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Hlongwa

Isibongo sakwaHlongwa sengesinye sezibongo ezinkulu kwelikaMthaniya. Kulesi sibongo kuphuma ezinye izibongo ezifana nesibongo sakwaKhawula , esakwaJeza , esakwaKhuluse , esakwaShozi , esakwaMaluleka  esakwaLange nezinye izibongo . Abantu bakwaHlongwa emandulo  babakhe eMzumbe , abanye bakhe eMzimkhulu .Abantu bakwaHlongwa bangaMalala Nguni ngokwezigaba zabeNguni . Abantu bakwaHlongwa bagqama kakhulu emva kwempi yaseNcome okuyimpi eyayiphakathi kukaZulu [ngaphansi kweSilo saseMgungundlovu] namaQadasi. Emva kwempi yaseNcome umngisi  uHenry Francis Fynn owabe kade eyingxenye yamaBh... qhubeka ufunde »

 

error: Akuvumelekile lokho !!