Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Mncube

AbakwaMncube Ncube …………………………………………………………………………Abantu basemaNcubeni ungababiza Mncube,Ncube noma Ke Sincuba iqiniso kusengabantu ababodwa laba. Labantu badabuka eLusuthu esizweni lesi sabeSuthu okungakuthi nabo bangabeSuthu.Sibathola bonasebezinze laphaya entabeni Intabazwe (Harriesmith) nasOndini(Underburg), Umuntu esiqala ukuzwa ngaye kulababantu nguye uMncube uqobo. Yenawazala uMzilankatha owazala uMlotshwa yena wazala uSiyob... qhubeka ufunde »

Ntshangase

AbakwaNtshangase .……………………..Abantu bakwaNtshangase kanye nabakwaBiyela bavela emzini wenkosi uNdaba indodana kaMageba kaZulu kaMalandela kaLuzumane kaMnguni kaGumede. BangaMantungwa Nguni, njengabo abantu bakwaZulu(isibongo). UNdaba wayenemizi yakhe em... qhubeka ufunde »

Ndlovu

Abantu bangabeSuthu badabuka eLesotho . Ekufikeni kwabo kwelakwaZulu bafike bakhonza esizweni sabantu bakwaNxamalala . Laba bantu bakwaNdlovu bangabantu bakaMatsimane wakwaTlou noma uMotaung.Kuthiwa abantu ababekhuluma ulimi lwesiZulu behluleka ukuphimisa igama noma ngithi isibongo esithi Tlou ,bagc... qhubeka ufunde »

Nyawo

AbakwaNyawo!! Abantu bakwaNyawo bangamaNtungwa Nguni, akubona abeSwazi . Okwenza ukuthi abantu bakwaNyawo kube sengathi bangabeSwazi ukuba basuke bayokwakha emngceleni wabeSwazi lena ngakwaHlathikhulu lapho kugcwele amathuna amakhosi akhona. Indawo lapho kutholakala khona abantu bakwaNyawo kusuka ph... qhubeka ufunde »

 

error: Akuvumelekile lokho !!