Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngoMavulakuvaliwe

Incazelo ngaBangqongqozi

read more

Impi yaseTshaneni

read more

Impi yaseMaqonqo

read more

Shembe

Umlando ngesibongo sakwaShembe   Abantu bakwaShembe baphuma kuMantungwa akwaDonsa , ngakho-ke nabo bangabeNtungwa Nguni ngokwezigaba zabeNguni njengabo abakwaKhumalo . Umuntu esiqala ukuzwa ngaye kulesi sibongo sakwaShembe nguSokhabuzela kaNyathikazi owazala uMzazela owazala uNhliziyo owazala u... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoDelunina

UDelunina! Ngiyababingelela abeSilo. Nina bakaMagalela agase njengeNkosi yaMantshali ngob’egasel’,uZibhebhu kwaNdunu! UMpondo zamil’enjeni engabe enkomeni zesabani? Nalo-ke ikhubalo uDelunina. Wumuthi oyisiphephetho lona, wumuthi wothando lona. Intombi iyamdela ngempela unina uma uyiphephethe kahle ngale nkunzi. Ubuye ungene nasemithini yeSibambelelo ,khona kwezothando. Eminye imithi ephephethayo uVelangemoyeni,uNzukela , uVendle kanye neminye. #Khumu! Thola olwazi oluthe thuthu kuYou Tube wami osihloko sithi Kholo Khumalo TV 📺

read more

Incazelo ngoMgxam/iHluze

read more

Inganekwane(uBuntentelezandleni)

read more

 

error: Akuvumelekile lokho !!