Nina abeSilo sakithi KwaDukuza uHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya!UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi!! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijeyeze abasinini bengoma! Inkomo eyakhala eMthonjaneni iZizwe zonke zayizwa ukulila!! #ISilo uShaka leso , iSilo sakithi KwaDukuza .. INgwe . Nina beSilo ake ngiphose itshe eSivivaneni ngeNgwe . INgwe iyisilwane esihle futhi esithandekayo nina beSilo ngenxa yobuhle baso , kanti futhi ijule kakhulu iNgwe . Kuthiwa iNgwe kayilibali futhi ingesinye sezilwane ezibamba amagqubu. Kuthiwa uma kwenzekile wayibona eNdl... qhubeka ufunde »