Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Cebekhulu

Umlando ngesibongo sakwaCebekhulu Abantu bakwaCebekhulu bangaMangwe, bakanye nabantu bakwaZwane , abakwaHludla, abakwaNdiweni, abakwaNsele kanye nabanye. Akucaci kahle ukuthi lesi sibongo sakwaCebekhulu saqambeka kanjani, kuningi nje okushiwo ngoSomlando mayelana nokuqambeka kwalesi sibongo sakwaCeb... qhubeka ufunde »

Chonco

Kuloba uKholo Khumalo INxazonke Abantu bakwaChonco bawuzalo lweNkosi uSibiside kaSidweba yaseMbo. INkosi uSibiside ibuye ibe nguKhokho wabakwaMkhize ,Shange,Ngubane, Ngezane,Mdima, amaMpondo oNyawuza ,Faku ,aMaXesibe nezinye nje izibongo zaseMampondweni. Abantu bakwaChonco baphuma kuNomafu kaSibisid... qhubeka ufunde »

Cele

Izithakazelo nomlando wakwaCele Abantu bakwaCele bangaMalala Nguni ngokwezigaba zabaNguni . Lesi sibongo sakwaCele siphuma kwesakwaMthethwa . Ize lezi zibongo sezigana manje manje ,eqinisweni ziyizihlobo zegazi,akumele ukuthi ngabe ziyaganana. Ukhokho wabantu bakwaCele nguMadango kaNdunakazi kaMthet... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!