Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngeSifumbathi   (Rose of Jericho, Anastatica hierochuntica)

Incazelo ngeSifumbathi(Rose of Jericho) Nina abakaVezi kofa abantu kosala izibongo izona ezosala zibadabula,izona ezosala zibalila emanxiweni.IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda.Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye zofa uMdlebe.ISilo uDingane leso, iSilo sakithi eMgungundlovu.Enhla nasezansi ngiyakhuleka kwabeSilo, ngethemba basaphila.Nina beSilo le Nduku eniyibonayo kuthiwa iSifumbathi igama layo , ngesiLungu ibizwa ngokuthi iRose of Jericho. Ibuye ibizwe ngokuthi i-“Resurrection plant” n... qhubeka ufunde »

Umlando ngoSokwetshatha ka Mlandela Mthethwa

Nina abeSilo sakithi KwaDukuza iGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! #ISilo uShaka leso. Ngethemba nisaphila nina beSilo , sisaphila thina eMantungweni. Ake sibheke umlando ngoSokwetshatha Mthethwa. USokw... qhubeka ufunde »

Umlando ngendawo yakwaSwayimana ,eMalizibheki.

Nina abakaNdaba obhiyoze kuNomangci phezulu, eyokunqumel’umbango wakwaNyuswa .Kwakungabangwa lutho nakwaNyuswa , kwakubangwa izinhlakuva emanxiweni!! Bethi nteke nteke lindani amajuba! Nina abakaNdaba okhangele ezansi naMadungela, izinkomo zawoSihayo zabuya, kwaye kwalandela nezikaMafongosi. #ISil... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSiphemba (uMuzikawushi \Xerophyta retinervis)

Nina abeNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! UMagwaza ayiqhume ayise eKhakonina kwaSothondose! UNgalo zimqingo ngoba ziyakwazi ukuphatha isibhamu zinjengazabeSuthu bakoFebane! UMudli eNguyazane eyedwa kwaNolele! #Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo ngethemba basaphila.... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!