Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Ngozo

Kubhala u-Ernest Iko Nxasana Abantu baNgozo kusengabantu bakwaMaseko ngoba umlando oxoxwayo uthi enye indoda yakwaMaseko yadla ingudwane leli okuthiwa yingozo. Yase isibizwa ke ngokuthiwa uNgozo. Noma ke kungacaci kahle ukuthi basala kanjani kwaZulu kwaNongoma nxashana isizwe sakwaMaseko sesizinze enhla neSwazini noma befika kanjani emfolozi emnyama, kodwa kugqame kakhulu lapho sebeshakaziswa izimpi zikaShaka. Lesizwe safudukela eSwazini ngezimpi zomfecane sihamba sonke ndawonye silibutho. Safikela lena eBhunya nasenxenye yesifunda saseMpumalanga namuhla. Kwaba nendoda eyodwa eyaxebuka kulesix... qhubeka ufunde »

 

error: Akuvumelekile lokho !!