Abantu bakwaMvuyana baphuma kubantu bakwaCele ,lokho kuchaza ukuthi bangaMantungwa angaMalala ngokwezigaba zabaNguni . Ngesikhathi senkosi uDingiswayo yabakwaMthethwa umuntu owayebusa noma ngithi owayehola isizwe sakwaCele kwakunguDubandlela indodana kaMkhokheleli. UDubandlela wakhula waze wangumdod... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaDlamini bahlakazeke izwe lonke lakwaZulu kuze kuyoshaya kwelakwaXhosa, kanye naseZimbabwe imbala. Angisakhulumi ngelakwaNgwane ngoba phela ubukhosi baseSwazini busezandleni zakwaDlamini. AbakwaDlamini babizwa ngokuthi ngaBeNguni baseMbo. Ngendlela abasabalele ngayo abantu bakwaDlamini&nb... qhubeka ufunde »
Ngokudabuka abantu bakwaMngadi bangabozalo lukaMalandela kaLuzumane uyise kaZulu noQwabe . Lokhu kuchaza ukuthi bangaMantungwa Nguni ngokwezigaba zabeNguni . Ngokomlando sithola ukuthi uMalandela eminyakeni yawo-1670 wahamba nabuntu bakhe walibhekisa ngasogwini lolwandle i-Indian Ocean. Wawela imifu... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaMasondo baphuma kubantu bakwaMthethwa ,okusho ukuthi bangabaNguni abangamaLala njengabo abantu bakwaMthethwa. Abantu bakwaMthethwa baqhamuka enhla nezwe njengabo bonke abeNguni. Isibongo sakwaMthethwa savela ngoMthethwa indodana kaMantiwane waseMbo . UMthethwa yena wazala amadodana amabi... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaZondi bangamaNguni angamaLala ngokwezigaba zabeNguni . Abantu bakwaZondi batholokala kulo lonke leli lakwaZulu Natali nakwezinye izindawo kuleli laseNingizimu Afrika , kanye naseSwazini imbala . Lesi sibongo sinabantu abaningi futhi kunamakhosi abusayo ezabelweni zawo . Esifundeni saseMg... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaNzuza bafika kwelakwaZulu bephuma ezweni laseLesuthu . Babehamba bezifunela indawo yokwakha . Kuthiwa inkosi uSenzangakhona , yayifuna ukuqinisa impi yayo ngoba amanye amakhosi afana noPhungashe wakwaButhelezi , oMacingwane waseMachunwini ayehlezi eyinqoba kalula uma elwa nayo . Ngenhlan... qhubeka ufunde »