Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Mzimela

Abantu bakwaMzimela bakanye nabantu bakwaMsane .Bakanye futhi nabantu bakwaMfeka nabakwaVundla .Bakanye futhi nabantu bakwaMakhunga kanye nabakwaDidiza .Indlalifa kaDidiza kwakunguMaphuthwana .UDidiza yena uzalwa nguMakhunga kaNxaba kaMbekane kaVundla . Umuntu owagqama kakhulu kulaba bantu balezi zibongo engizithuntile nguNxaba kaMbekane wakwaVundla engisazobuye ngixoxe ngaye uma sengilandisa ngomlando wabantu bakwaVundla . Elinye iqhawe labo kwabe  kunguMgobhozi ovela entabeni wakwaMsane . Zihlobene kakhulu kakhulu lezi zibongo futhi zisabazisa kakhulu ubuhlobobazo . Ingakho nje namanje ... qhubeka ufunde »

Ndlanzi

Abantu bakwaNdlanzi[hhayi Ndlazi]baphuma kubantu bakwaCele .Lokho kuchaza ukuthi abakwaNdlanzi bangamNtungwa-angamaLala ngokwezigaba zabeNguni njengabo abakwaCele .AbakwaCele babakhe emngceleni wezwe lakwaQwabe,kusukela eNonothi kwehle  njalo kuye eningizimu. Ngesikhathi sombuso wenkosi uDingis... qhubeka ufunde »

 

error: Akuvumelekile lokho !!