Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngeNkonkoni    (Wildebeest)

Nina abeMbube eshoba liyisilikithi uHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebane! UZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo! UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi! #ISilo sakithi oNdini leso, iSilo uCetshwayo ka Mpande . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Nina beSilo lesi silwane enisibonayo kuthiwa yiNkonkoni igama laso . NgesiNgisi kuthiwa yiWildebeest. Kunomehluko phakathi kweNkonkoni neMbuduma\iMbuthuma. IMbuduma ibizwa ngeBlack Wildebeest ngesiNgisi, yiyona okuthakazelwa ngayo ab... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeMfingo   ( Stangeria eriopus )

Nina abakaSingquma kakhulumi kanamlomo akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo lona olwaqeda umuzi ngokunkenkeza! INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda a... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeBhubesi  (IMbube , iNgonyama, Lion)

Nina abeBhubesi lakithi kwaKhethomthandayo elabubula ePrincess Magogo KwaMashu lawathela amathonsi eSilimela! Zancibilika izinyembezi zikaReggie ezalwa kwaHadebe ! Nina abeNtulo ebande ngodonda kwaBhekuzulu , uZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu!! #ISilo sakithi eNaleni leso , iSilo uMdlokomban... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMuzi   (uMhlahlo, Cyperus textilis , Emezi grass)

Nina abakaZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo! UHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebane! UNonzila kudla kwamagwala , amagwala adl’ububende!! #ISilo sakithi oNdini leso , iSilo uCetshwayo ka Mpande . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemb... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMvithi  ( Boscia albitrunca, iNyokiziphinda , Shepherd’s Tree)

Nina abakaHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana! UZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo! UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambanana nangezinyembezi! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo . Cha, thina sisa... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNtalibombo   ( INgwedlane )

Nina bakaSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! INdiha le babayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! #ISilo uDingane leso iSilo sakithi eMgungundlovu . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade . Ngethemba b... qhubeka ufunde »

 

error: Akuvumelekile lokho !!