Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Msomi

AbakwaMsomi!!!(Noma ngithi abantu baseMasomini) nabakwaMeyiwa …………………………………………………………………… Abantu baseMasomini kuthiwa babengabantu noma ngithi bangumsuka wabantu bakwaQwabe. Kuthiwa enye yamadoda akwaQwabe yawela uThukela ngaphambi kokuba kuwele abakwaKhuzwayo nabakwaMakhanya. Igama laleyo ndoda kwakunguMbhedu owayaziwa ngokuthi nguNomndayi. Phela isibongo sakwaMakhanya sivele kubantu bakwaKhuzwayo ababotha umkhanya. Kuthiwa laba bantu babak... qhubeka ufunde »

Mbonambi

AbakwaMbonambi ! …………………………………… Abantu bakwaMbonambi batholakala phakathi kwesizwe sakwaMthethwa kanye noLwandle. Bagcwele kuyo yonke le ndawo ebizwa ngokuthi manje kukwaMbonambi. Ukudabuka kwabantu bakwaMbonambi kuy... qhubeka ufunde »

Mbatha

Abantu bakwa Mbatha Abantu bakwaMbatha bazalwa uMageba kaZulu kaMalandela kaLuzumane laMnguni kaGumede. UMageba yena wazala uMpangazitha[endlini encane] owazala uNdaba. Abantu baseMambatheni babethophana ngokuthi Ndaba kaMpangazitha, Ndaba kaZitha. Kwase kuvela isithakazelo sabo esithi ‘N... qhubeka ufunde »

Ngobese

AbakwaNgobese ! ………………………………………………………………… Abantu bakwaNgobese sibathola laphaya eduze kweNhlazatshe egqunyaneni elibizwa ngokuthi kuseNtabantuzuma. Ku... qhubeka ufunde »

Gumede [kaManukuza [hhayi owakwaQwabe ].

AbakwaGumede kaManukuza(waseButhonga)!………………………………………………………………. Abantu baseButhonga bangena eNatali beqhamuka ngaseNyakatho Mpumalanga yeNatali. Phela babil... qhubeka ufunde »

Tembe

AbakwaTembe ! ………………………………………………………….. Abantu bakwaTembe badabuka phakathi nezwe laseMuzambikwe(Central Mozambique). Imvelaphi yabo impela isenkabeni yezwekazi laseAfri... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!