Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Nxasana

Kubhala u-Ernest Lulama Nxasana: Abantu bakwa Nxasana:  Lesi sizwe sidatshulwa yindoda eyodwa eyayingu Muthwa (SAN). Ekufikeni kwabamhlophe eKapa lodumo ngeminyaka yo 1652, zafika lezinsizwa zadlwengula izintombi zomdabu onsundu kwazalwa amaLawu (coloured ). Labobantu abampisholo abehlelwa nguloyo mshophi wokudlengulwa ngamabhunu kwakungabaThwa naKhoyikhoyi. AbaThwa bona babephila ngokuzingela kuphela kanti amaKhoi wona abezingela ephinde afuye nezinkomo. Cishe AbaThwa namaKhoi bebekhuluma ulimi ocishe lufane ngoba babezwana nxa bekhuluma. Kuthe ke enye indoda yomuThwa izizingelela yabona... qhubeka ufunde »

Guma

Abantu bakwaMhlongo baphuma kundlunkulu yaseSwazini ebizwa ngokuthi ngaMalangeni[Dlamini Mlangeni] [ingakho bebizwa ngokuthi ‘abaseLangeni’] lokho kuchaza ukuthi bangabaMbo Nguni ngokwezigaba zabaNguni . Laba bantu bakwaMhlongo babuye baziwe ngokuthi bangabantu baseLangeni . Unina wenkos... qhubeka ufunde »

Masinga

Mbhele

Abantu bakwaMbhele noma ngithi abantu  baseMabheleni  bazalwa indoda ogama layo kunguBhele  indodana kaDlamini wesibili. UBhele lona wayelamana noZingili noNkosi II ogcine ezala abantu baseMaHlutshini . Ngingasho nje ukthi laba bantu bakwaMbhele bahlobene kakhulu nabantu baseMahlutshi... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!