Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Mashabane

Abantu bakwaMashabane bangabantu baseBuThonga .Bakanye nabantu bakwaGumede kaManukuza [hhayi owakwaQwabe]kanye nabakwaTembe . Kuthiwa ngabantu baseBuThonga nje ngoba bezalwa yindoda eyayiziwa ngokuthi nguMthonga kaNkalane kaSidlondlo . UMthonga lona ubuye abe ngukhokho wabantu bakwaTembe .Igama likaMthonga lachuma kakhulu kwaba sengathi amaThonga kwakuyingxenye yabantu bakwaTembe kuphela kanti uMthonga wayenguKhokho wabantu abaningi .UMthonga noNgwane baqhamuke enyakatho enkabazwe yezwekazi laseAfrika .UMashabane kaNkalana kaMthonga wagcina esezinze endaweni yakwaZulu. Ngenkathi uMashabane esu... qhubeka ufunde »

Mlilo

 Kubhala u-Arnold Mayibongwe Nkala Izithakazelo zakwaMlilo: AmaThong’amahle AmaThong’amnyama avus’abafileyo AbakoGasa bayayivuma lendaba Singwazi Ilindamkhonto Mabasa/Mabaso Matshisa Tshawuke Bhakwane Ntimeni Sivumane saMatsena Sinyorinyori sahumba Abathwal’uMlilo ngeNku... qhubeka ufunde »

 

error: Akuvumelekile lokho !!