Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Mdunge

*Umlando ngesibongo sakwaMdunge* -Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo(Bongani Kholo Khumalo) Abantu bakwaMdunge baphuma kuMdunge owabe engenye yamadodana enkosi uMnguni ka Ntu. UMnguni ka Ntu nguyena odabula wonke amaNguni.Naso isizwe samaDunge sehla ngesilulu sisuka lena enhla nezwekazi lase-Afrika njengawo wonke amaNguni. Ngesikhathi lesi sizwe sehla ngesilulu sasikanye nabahlobo baso bakwaNgcobo. UMdunge indodana ka Mnguni ka Ntu wazala uSibalukhulu owazala amawele oDunge noChiliza . Kuthiwa nguDunge owabe eliwele elidala ,ngakho-ke nguyena owathatha ubukhosana. KuDunge kuphuna abantu bak... qhubeka ufunde »

Ogle (Thoyane)

Umlando ngesibongo sakwaOgle(Thoyane) Kuloba iNtungwa lasenhla kwaSokhumalo(Bongani Kholo Khumalo) Abantu bakwaOgle ababuye baziwe ngokuthi bangabakwaThoyane baphuma kuHenry Ogle ,laba bantu bangaMakhaladi. UHenry wayebuye aziwe ngelikaWohlo,kususelwa ekwehlulekeni kwamaZulu ukubiza isibongo sakhe. ... qhubeka ufunde »

 

error: Akuvumelekile lokho !!