Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Zondo

Izithakazelo nomlando wakwaZondo. Abantu bakwaZondo kusengabantu baseBathiyaneni. BangabaNguni bohlobo lwaMantungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni.  UZondo okwaqanjwa ngaye isibongo sakwaZondo wayengenye yamadodana kaSokotshane kaNoxoko. Ukhokho wabo bonke abantu baseBathiyaneni nguMthiyane okwaqanjwa ngaye isizwe saseBathiyaneni . UMthiyane wazala uNoxoko. Laba bantu bakwaMthiyane ngenkathi besuka enhla nezwe nokuyilapho bonke abaNguni bavela khona babekanye nabaNtungwa . UNoxoko wazala amadodana amaningi kodwa kwagqama kakhulu oSikhangane noSokotshane . USikhangane wabe eyinkosana. Ngaleso si... qhubeka ufunde »

Dlomo

Izithakazelo nomlando wakwaDlomo Abantu bakwaDlomo bangaMalala Nguni ngokwezigaba zabaNguni. Phela abaNguni bahlukaniswe izigaba ezinhlanu. Kukhona abaMbo Nguni , abaNtungwa Nguni , aMalala noma amaHlenga Nguni, amaDebe Nguni kanye nabaThonga Nguni. Bonke abaNguni baqhamuka enhla nezwe . Ngenkathi b... qhubeka ufunde »

Jiyane

Izithakazelo nomlamdo wakwaJiyane. Isizwe sakwaJiyane siphuma wesakwaMtshali. UJiyane okwawanjwa ngaye isizwe wayengowaseMantshalini. Kodwa wagcina ekhishiwe esizweni saseMantshalini ngesizathu sokuthi wayekhulelise enye yezintombi zaseMantshalini,wase exoshwa ekhaya,waqanjwa negama uJiyane ngoba ku... qhubeka ufunde »

Shange

Umlando nezithazelo zakwaShange Abantu bakwaShange bangabaNtungwa aseMbo ngokwezigaba zabaNguni . U-Shange nokunguyena okwaqanjwa ngaye isizwe wayeyindodana encane yenkosi u-Sibiside Mkhize .Ziningi izibongo ezaphuma enkosini uSibiside , singabala esakwaNdamase , Nyawuza , Khonjwayo ,Chonco [Shayima... qhubeka ufunde »

Ngema

Izithakazelo nomlando wakwaNgema Lo mlando ucashunwe encwadini kaSenzo Mbatha ethi Izibongo zakwaZulu.Ukhiwe phezulu. Abantu bakwaNgema bangabaNguni abawuhlobo lwabaNtungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni.  Laba bantu bakwaNgema babuye baziwe ngokuthi bangabaseMangadini . Kanti futhi laba bantu kuseng... qhubeka ufunde »

Ngubane

Izithakazelo nomlando wakwaNgubane . Abantu bakwaNgubane bangabaNguni bohlobo lwaMathonga Nguni ngokwezigaba zabaNguni. Lesi sibongo sakwaNgubane siphuma kwesakwaMkhize ,inkosi uSibiside eyadabula abantu abakwaNgubane. AbakwaMkhize bona bangabaNguni bohlobo lwabaMbo Nguni ,noma ngithi abaNguni baseM... qhubeka ufunde »

Uhla lwezibongo ezaqambeka ngamagama abantu

Uhla lwezibongo ezaqambeka ngamagama abantu(ucwaningo olusaqhubeka) Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo: MTHETHWA UMthethwa kwakuyindodana ka Nyambose kaKhubazi . UMthethwa wayebuye abizwe ngoMbekane .Yena wazala uNdunakazi owayebuye aziwe ngelikaNdlovu kepha ongeyena oKhokho wabakwaNdlovu . UNdun... qhubeka ufunde »

Mtshali

Izithakazelo nomlando wakwaMtshali: Ngesikhathi iSilo uShaka sihlanganisa izizwe isizwe sakwaMtshali sasibuswa inkosi uKhondlo. Isizwe sakwaMtshali sasakhe endaweni yaseNtabankulu. Esizweni sakwaMtshali kwabuye kwahlephuka esinye futhi isizwe nokuyisizwe esesisikhulu manje, leso sizwe ngesakwaJiyane... qhubeka ufunde »

Mthembu/Mvelase

Izithakazelo nomlando waBathembu Abantu baseBathenjini badatshulwa nguMthembu indodana ka Ntongakazi ,bangabaNguni bohlobo lwaNtungwa Nguni. Zimbili izindlu zaBathembu kleli laseNingizimu Afrika ,kukhona indlu enkulu yaBathembu nokuyindlu esebenzisa kakhulu uMthembu njengesibongo ,bese kuba khona in... qhubeka ufunde »

Cele

Izithakazelo nomlando wakwaCele Abantu bakwaCele bangaMalala Nguni ngokwezigaba zabaNguni . Lesi sibongo sakwaCele siphuma kwesakwaMthethwa . Ize lezi zibongo sezigana manje manje ,eqinisweni ziyizihlobo zegazi,akumele ukuthi ngabe ziyaganana. Ukhokho wabantu bakwaCele nguMadango kaNdunakazi kaMthet... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!