Nina abakaMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani? USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilomo! #ISilo sakithi oSuthu leso ! ISilo uDinuzulu ka Cetshwayo . Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo. Nina beSilo lesi s... qhubeka ufunde »
Nina bakaGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amagawu abebesi! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abaSini bengoma! Uklebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! #ISilo uShaka leso ,iSilo sakithi KwaDukuza. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNga... qhubeka ufunde »
Nina abakaNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosola eManxiweni amaXhegu ayosala eMizileni! #ISilo sakithi kwaNodwengu leso , iSilo uMpande ka Senzangakhona. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba nisaphila nina beSilo. Sisaphila thina kwaKhumalo. Nina beS... qhubeka ufunde »
Nina abakaSihlangu simagqabha sinamanxeba ! UVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili! #ISilo sakithi eNaleni leso iSilo uMdlokombane ka Bhusha ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade . Ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Sisaphila thina eMantungweni. Ni... qhubeka ufunde »
Nina abeNgodlamkhonto yakithi oPhindweni ithi yiwona onguMama yiwona onguBaba! UKhawuleza Nkume yoHlanga iyasha imizi eMaphethelweni! #Inkosi uMalandela leyo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeSilo, cha, thina sisaphila eMantungweni. Nina beSilo lo muthi eniwub... qhubeka ufunde »
Nina abakaSihlangu simagqabha sinamanxeba ! UVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili! #ISilo sakithi eNaleni leso iSilo uMdlokombane ka Bhusha ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade . Ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Sisaphila thina eMantungweni. Ni... qhubeka ufunde »
Ke Mokwena Moila Lehlaka Moroka a Meetse a Pula. Ke motho wa Sehlaga sa Mamashiane Sehlaga se agelwa Kwena. Ke motho wa go itukisetsa go Hlaba Wa Marapo a bo Mmashiko. Ke motho wa go aga Ntlo ka Bodutu. Ke motho wa bo Mamphe ke go fe, wa bo Mantime ke go time. Ke Kwena ke yo Mosehla ka Mmala ... qhubeka ufunde »
Nina abakaHlohloloza ngeNdlovu enonhlanya, iNdlovu emnyama yasoNdini , ethe imuka babeyixokozelela! IGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabhej’iShowe kwabhej’iNdulinde ! Kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela! #ISilo uCetshwayo leso ! ISilo sakithi oNdini. Nina beSilo akekho ongamazi uGa... qhubeka ufunde »
Nina bakaMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni, uSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu,UTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa imihlambi yezinyamazane!#ISilo uMpande leso .ISilo sakithi kwaNodwengu... qhubeka ufunde »