Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Mazibuko

Umlando ngesibongo sakwaMazibuko AbakwaMazibuko bangaBaMbo Nguni,bayinzalo kaNtsele njengabantu bakwaZwane.Bazibiza ngenkosi yabo uMungwe,yingakho baziwa ngokuthi bangaMangwe noma abaseMangweni.Umlando uveza ukuthi abakwaMazibuko bahlobene eduze nabakwaZwane futhi kufanele ngabe abaganiselani ngoba ... qhubeka ufunde »

Zikhali

Umlando ngesibongo sakwaZikhali. Abantu bakwaZikhali bangaMaNgwane, ahlobene naMaNgwane kaMatiwane. Empeleni abantu bakwaZikhali baqhamuka eSwazini kwaNgwane. AmaNgwane esiwathola manje oKhahlamba ayazalana nala MaNgwane akwaZikhali. Eduze kwechibi lakwaSibhayi(Lake Sibayi) kunendawo lapho ebizwa ng... qhubeka ufunde »

Zulu(Madzikane)

Abantu bakwaZulu- Madzikane abatholakala kwaBhaca nokuyi-Xobho , koMzimkhulu ,  koMatatiele , Harding nakoMount Frere kusengabantu bakwaZulu oMageba abatholakala kwaZulu. Laba bantu babuye baziwe ngokuthi bangabakwaMadzikane ,noma bangaMabhaca . UMadzikane lona ababizwa nganye wayeyiNkosi yabo eyab... qhubeka ufunde »

Zondo

Izithakazelo nomlando wakwaZondo. Abantu bakwaZondo kusengabantu baseBathiyaneni. BangabaNguni bohlobo lwaMantungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni.  UZondo okwaqanjwa ngaye isibongo sakwaZondo wayengenye yamadodana kaSokotshane kaNoxoko. Ukhokho wabo bonke abantu baseBathiyaneni nguMthiyane okwaqanjw... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!