Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngoMadlozana ( Turraea floribunda )

Nina aboVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo ayigwebi ichoma ngazo zombili, uQasa lukaWasa inkomo esengwa yiViyo!UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana , iNtulo ebande ngodonga kwaBhekuzula!!#ISilo sakithi eNaleni leso iSilo uMdlokombane . Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Cha, thina sisaphila eMantungweni. Nina beSilo lo muthi engiwubona esithombeni kuthiwa uMadlozana ngesiZulu . Ngumuthi omuhle weDlozi lona , owuBulawu. NgeBotanical name waziwa ngeTurraea floribunda. Ngumuthi weDlozi lona futhi ubuye usetshenziswe ek... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoDlutshana (uDlutshani)

Nina bakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye , ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi, kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe. UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela ! UNomakhwelo iNgonyama uHlanya olwesemehlweni amadoda! Ngiyababingela abeZulu eliphezulu  enhla... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMganu ( Sclerocarya birrea, uBaganiselwa, Marula)

UMganu /Marula/Sclerocarya birrea Nina abeMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela, ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda Ngiyayibingelela yonke iNgabade enhla nasezansi. Lo muthi osesithombeni kuthiwa uMganu ngesiZulu, udume kakhulu ngeleMarula. ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMngamanzi (uMngamazi)

Incazelo ngoMngamanzi Nina abakaMashikizela ashiye iMpi yakhe uMgabadeli owagadela inkundla yakwaBulawayo.UVemvane lukaPhunga noMageba uVemvane lumabala azibhadu ngibe ngiyaluthinta luyahwaqabala lunjengoPhunga waseBulawini,lunjengoVumakubangoma.Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMd... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMusa   (INceba)

Nina baka Zitho zimbombo zimbombonono zifana nezikaDadewabo uSililo, uCala lathethwa ngomkhonto kithi kwaMalandela amanye amacala ethethwa ngezindukwana!USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abeZindlu nabeZindlwana abeZindlu bayikhexa imilomo! #ISilo sakithi oSuthu leso iSilo uDinuzulu kaCetshwayo.... qhubeka ufunde »

Mtirara

Nina bakaNdaba ngiyameba ngimuke naye, ngimbuke kuze kwehle izinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla somdlebe! Enhla nasezansi ngiyabingelela egameni lomlando wakithi kwaMalandela. Namuhla sizobheka isibongo sakwaMtirara. Laba bantu bakwaMtirara bangaBathembu baseRhoda, bahlobene nabantu bakwaMve... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMthombo

Nina abakaMakhalima akhande njengezulu lona limakhalima limandindizela! USomnandi ka Ndaba woza ngoza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! #ISilo uMpande leso! Nina abeSilo ngiyanibingelela enhla nasezansi , ngethemba isaphila yonke iNgabade. Cha, sisaphila thina eMantungweni. Lo muthi eniwu... qhubeka ufunde »

Shange

Abantu bakwaShange bangabaNtungwa aseMbo ngokwezigaba zabaNguni . U-Shange nokunguyena okwaqanjwa ngaye isizwe wayeyindodana encane yenkosi u-Sibiside Mkhize .Ziningi izibongo ezaphuma enkosini uSibiside , singabala esakwaNdamase , Nyawuza , Khonjwayo ,Chonco [Shayimamba] nezinye . Ngenkathi befika ... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!