Nyawose

Nyawose

Mntungwa

Bhodlankomo


Lukhungo

Wena owehla ngesilulu

Upheth ikhathazo lokukhathaz’ amadoda

Nzipho zinde ziyabhala ziyadendebula

Ntungwelihle elincwaba

Gwaza ka Mahlashana

Mzileni

Dabile

Mntungwa ka Mbulazi

Mzileni ka Mahlashana

Tags:
Umbhali: Bongukholo Khumalo