Iziduko zamaZongosi Madla Jolinkomo engeyoyakho Qengeba Mphankomo
Iziduko zamaZumbe Ngcwina Mpondomise Gcaka Gawula layeka Bafazi lumlan’abantwana safa ‘ kubatywa
Izithakazelo zamaZibula UMhlwane UZibul’amaHlwane USqayele USihlahla somnquma sithi sigawulwa sibe sihluma UDluba bakhulu UTsiya UMvungamzi UMexuza UMesabiso AmaZizana
Mbedu Wena kaMbona owabulawa njengenyamazane Bikelwayo Zuzakuhle kaMvubu Mangena Osesithombeni nguSandile Zuke onguMdlali weBhola
Khambule, Mncube, Mzilankatha Nyawo zinsundwana Malandelilanga Madlazitha Wena ogeza ngobisi abanye begeza ngamanzi AMaNcube aMazilankatha ansundu nangenyawo Akhonza agoduke abuyele ekhaya Ayowakha umuzi omkhulu Nina bakwaMalandela ngokulandela ilanga Nina bakwaMtheli umamtheli ulele ngaphandle komu... qhubeka ufunde »
Ndabezitha, Mntwana, Zulu kaMalandela ngokulandela izinkomo zamadoda, Zulu omnyama ondlela zimhlophe, Wena kaPhunga noMageba, Wena kaMjokwane kaNdaba, Wena wenkayishana kaMenzi eyaphuza umlaza ngameva, S’thuli sikaNdaba, S’thuli sikaNkombane, Wena kasihhawuhhawu siyinkondlo bayikhuzile ngoba ikh... qhubeka ufunde »
Zwane, Mangethe! Zikode, Phikelela! Ntshosho, Nsele kaLindamkhonto! Nina bakwaVezi! Mthanti! Gobeni, Nsele, Mangethe Zikode kaPhikela, Wena Wasetsheni, UZwane akadlelanga phansi wadlela emkhombeni wezinyamazane, Edla im’hlambi yezinkomo zamadoda, Ndlangashushwana ngokudla amaNdebele, Bathi uZwane ... qhubeka ufunde »
Zungu, Manzini, Geda, Ncwane, ngankomo yaseMahenyenu. Nyamakayishi , isha ngababhebhezeli, Wena owaphuma ngenoni emgodini. Sengwayo.