AbakwaMokebe Abantu bakwaMokebe bangabeSuthu abaziwa ngokuthi ngaBafokeng baka Mmutla( Bafokeng baMmutla). Isibongo sakwaMokebe saqambeka ngoMokebe wayephila eminyakeni yama 1600 ngesikhathi samakhosi oMageba waseMakheni kanye noPhunga waseBulawini. AbaFokeng bahlukaniswe izigatshana eziningan... qhubeka ufunde »
AbakwaGwala Abantu bakwaGwala baqhamuka enhla nezwe njengabo bonke abeNguni. Babeyingxenye yesizwe sakwaDlalmini ngesikhathi kufikwa eHlathini likaDlamini ePhakwe kuqhanyukwa ngaseSwazini kade kufdukwe uZulu wonke esuka eNkabazwe yeZwekazi iAfri lapho sekuyiSudan khona. Kwathi -ke sekwehlukaniselwan... qhubeka ufunde »
AbakwaMakhoba Abantu bakwaMakhoba kusengabantu ababodwa nabakwaZungu. Ngokwezigaba zabeNguni abantu bakwaMakhoba bangaMantungwa Nguni njengabakwaZungu. Uma kulandiswa ngomlando wabantu bakwaZungu awalibaleki amagama kaNozinja, Nozidiya kanye nelikaNgqumbazi Bonke laba bantu engibabalile babe n... qhubeka ufunde »
AbakwaMoselekatse Abantu bakwaMoselekatse/Moselekatsi bangaMantungwa kaMbulazi ize bekhuluma isiTswana, bengasazi isiZulu. . Lesi sibongo sakwaMoselekatse siphuma esibongeni sakwaKhumalo,,sathathelwa egameni lenkosi uMzilikazi. Phela abeTswana bathi Moselekatse waMacobane, abasho ukuthi Mzili... qhubeka ufunde »
Indabuko yesibongo sakwaNxele ,Seme, Msweli. Kulooba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo: Ziningi izinkulumo ngokudabuka kwesibongo sakwaNxele, noma ubani ukhuluma okuvuna yena nokuhambisana naye. Lana ngizosebenzisa umlando obhalwe phansi othi abantu bakwaNxele badabuka kwaMthethwa, nofakazelwa zigameko... qhubeka ufunde »
AbakwaMabhena: Mnguni kaNtu Ndebele Mkhalangana Mntungwa (hhayi owakwaSokhumalo) Jonono Nanasi Mafana Mhlanga Mmusi Manala Nsele Magutshana Ncagu Mbuyambe Mabhena Mdibane Phofu Abantu bakwaMabhena bawuzalo lukaMnguni kaNtu wasenhla nezwe. Ngakho-ke nab... qhubeka ufunde »
AbakwaNdiweni Abantu bakwaNdiweni kusengabantu bakwaZwane. Isibongo sakwaNdiweni savela ngoNdiweni indodana yenkosi uZwane yaseMangweni. Abantu bakwaNdiweni bahlobene nabantu bakwaCebekhulu, Hudla, Mafu, nabanye. Eqinisweni isibongo sakwaNdiweni asikho kwelikaMthaniya. Lesi sibongo sitholakala... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaSibanda esibathola namuhla benzinze kwaBulawayo ezweni laseZimbabwe bangaBeTswana abangaBaTau. ABaTau baphuma kubeTswana abangaBaHurutse. UKhokho wabantu bakwaSibanda nguSanyana kaMoledi /Moleli kaMotebele kaMohurutse (okwaqanjwa ngaye isizwe saBaHurutse) kaMalope (Mmusi) kaMasilo wokuqa... qhubeka ufunde »
Usazofakwa umlando wakwaMaseko