Umlando ngesibongo sakwaKhulu Nina abeGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma!Ngethemba nisaphila nina beSilo.Esithombeni nguBaba uMoran Samora Khulu oyengumdlali webhola owadlelela neqembu elikhulu iKaizer Chiefs.UBaba uKhulu wayezalwe ngo1958 wedlula emhlabeni mhlaka 6 kuNcwaba 2008.Way... qhubeka ufunde »
Izithakazelo nomlando wabantu bakwaKhambule. Abantu bakwaKhambule noma Nkambule kusengabantu bakwaNcube.Laba bantu baphuma esendeni lika Khambule kaSiyobi wakwaNcube okwathi ngokuhamba kwesikhathi lonke uzalo lwakhe lwazibiza ngokuthi lungolwakwaKhambule.Imvelaphi yabantu bakwaNcube isebaSuthwini bo... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaKheswa Abantu bakwaKheswa babengabakwaHadebe; bengamaHlubi, behlala endaweni osekuyi-Utrecht manje.Babemunye noBhungane owayedume ngobunyanga,ephatha intelezi yempi eyayinamandla ayisimangaliso. Kuthiwa-ke yiyo le ntelezi eyabangela ukuthi iLembe lifise ukumgwinya uBhungane,l... qhubeka ufunde »
Izithakazelo ngomlando wakwaKunene Abantu bakwaKunene bangabaNguni baseMbo ngokwezigaba zabeNguni,imvelaphi yabo isenhla nezwe njengazo zonke izibongo zabeNguni.Bahlobene kakhulu nesibongo sakwaNkosi-Dlamini nokuyisibongo esibusa izwe laseSwazini.Isibongo sakwaKunene saqambeka ngoKunene kaGebase kaS... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaKhanyile ***Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo*** (Lo mlando ucashunwe encwadini ka Solwazi J Maphalala esihloko sithi ‘Izibongo zamakhosi akwaZulu uMqulu 3) Abantu bakwaKhanyile bawuzalo lwenkosi uMalandela njengabantu bakwaQwabe, abakwaZulu, abakwaSibiya, abakwaGaz... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaKhuphe . Abantu bakwaKhuphe iningi labo litholakala eNingizimu yezwe laseZimbabwe endaweni eyaziwa ngokuthi kukwaMzilikazi noma kwaMthwakazi nokuyindawo eyabe iyizwe leNkosi u-Mzilikazi ka Mashobana Khumalo ngaphambi kokuba idliwe ngamaNgisi ngowe 1893 . Kukhona noSopolitiki ... qhubeka ufunde »
AbakwaKhonjwayo Abantu bakwaKhonjwayo bangaMampondo ngokwendabuko, nabo baphuma kuSibiside waseMbo. USibiside wazala uNjanya owazala amawele oMpondo noMpondomise. UMpondo wazala isizwe saMampondo, kwathi uMpondomise yena wazala aMampondomise. KuMampondo kwabuye kwaphuma ezinye futhi izizwe ezifana b... qhubeka ufunde »