Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Bhengu

AbakwaBhengu( abakwaNgcolosi).. AbaNguni behlukaniswe ngezigaba ezinhlanu. Kukhona aMantungwa Nguni,2 AbeNguni baseMbo, 3 AbeNguni baseButhonga, 4 AMalala noma AmaNhlenga Nguni**, kanye naMaDebe Nguni.. Abantu bakwaBhengu(Ngcolosi) bawela esigabeni esibizwa ngokuthi ngaMaLala noma AmaNhlenga Nguni ize bephuma kumaNguni aseMbo angoDlamini Abantu bakwaBhengu bayazalana nabantu bakwaLuthuli. Babakhe eduze nomfula Amandlalathi ngaphansi kweKranskop. AbakwaBhengu kanye nabakwaLuthuli bazalwa kwaDlamini  Ukuqambeka kwesibongo sakwaBhengu:UBhengu kwabe kuyindodana kaLusibalukhulu .Uma sizwa kuth... qhubeka ufunde »

Mabaso

AbakwaMABASO!! UBUKHOSI BAKWAMABASO!! MMUSI MMUSI II NDABEZITHA I MBULAZI MNTUNGWA MABASO MANGETHE MTHIYANE NDABA II VEZI LAMULA NYATHI NKATHAZO DENJANE HWANQA FAKU NGUBHANE MZAKAZA PENI MTHUKU’THELI MPHILI VIMBA SIPHO IZITHAKAZELO ZAKWAMABASO NDABEZITHA WENA WENDLOVU! MNTUNGWA, WENAKAMBULAZI ... qhubeka ufunde »

Dladla

AbakwaDladla. AbakwaDladla bangabantu baseMambatheni. Isibongo sakwaDladla savela ngo’Dladla ‘ indodana kaNdaba kaSontshikazi kaMphangazitha(Phangizitha) kaMageba kaZulu kaMalandela kaLuzumane kaMnguni kaGumede. Uyise kaDladla uNdaba wayenamadodana amathathu, uMbeje(inkosana yomndeni) , ... qhubeka ufunde »

Hlabisa

AbakwaHLABISA… Abantu bakwaHlabisa bazalwa kwaNgcobo endlini okuthiwa ngeyaseMalangeni. Njengoba abantu bakwaNgcobo bengaMaNguni abizwa ngokuthi ngaMaLala, nabo abakwaHlabisa bangaMaLala. Lo muzi waseMalangeni ngomunye wemizi yakwaNgcobo ,owawungokaMaguya. Lo muzi wawakhe esithangameni phezu k... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!