Izibongo zenkosi uZwide ka Langa Ndwandwe: UZwide ka Langa! UNonkokhel’abantu bahlatshwe, Kuhlatshw’iminyango enesisila, Yena bangamhlabi . Ezindleleni ufana nayiphi na? Ufana nevundlayo . Emithini ufana ufana namuphi na? Ufana noMnyamathi. Ezinyokeni lapha ufana nayiphi na? Ufana neNyan... qhubeka ufunde »
Izibongo zenkosi uZihlandlo ka Gcwabe Mkhize. ISibhene sikaNdaba! Esimnhlan’unezindlela Inkomo ka Somncinci ! Ezitho zinhlanu, Isigubudo wakithi saseSijibeni EsiMntwanga lonzima Ongasaziyo angasibalekela Thina Mngenela some, Thina Sijiba singahleka silale phansi, Sithi: ‘Bawuboneni umond... qhubeka ufunde »
Umlando ngenkosi uMnyamana ka Ngqengelele Buthelezi. Kuloba INtungwa Lasenhla KwaSokhumalo Inkosi uMnyamana ka Ngqengelele Buthelezi yabe inguNdunankulu kaZulu ngesikhathi sokubusa kweSilo uCetshwayo, yayibuye ibuse nesizwe samaShenge eMahlabathini. Yayizalwa yinkosi uNgqengelele ka Mvulana eyabe ... qhubeka ufunde »
Uhla lwamabutho eziNgonyama zakwaZulu: Kuloba INtungwa lasenhla kwaSokhumalo. Nina beMbube nantu uhla lwamabutho abuthwa iziNgonyama ,zakwaZulu. Kukhona amagama amabutho ayelokhu ephindaphindeka . Isibonelo uDlambedlu. Lelo yibutho elabuthwa yiSilo uDingane ngo 1828, kanti neSilo uMpande sabu... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMasiphula ka Mamba Ntshangase UMasiphula ka Mamba wakwaNtshangase wayeyiqhawe leziNgonyama oDingane noMpande. Wabuthwa yiSilo uDingane simbuthela ebuthweni loMkhulutshane okuyibutho okwakukhona kulo inkosi uSigananda ka Zokufa Shezi nenkosi uMnyamana ka Ngqengelele Buthelezi. Ngesikhathi ... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMachi Kuloba uMthokozisi Fabase Dlomo AbakwaMachi kusengabantu bakwaXolo njengoba bezalwa umuntu munye uMsuthu kaNtamonde kaSabela kaHenge.Lezizwe sizithola sezisendaweni yaseMatatiela esiDumbini zibuswa inkosi Sabelo zidabuka eLisotho.Sekubusa inkosi Ntamonde kwaba nempi yob... qhubeka ufunde »
Incazelo ngokuzalwa wembethe : Esizweni sakwaNtu kunesimo lapho ingane izalwe igaxile. Kungaba eyakwaZulu, kwaXhosa, kwaNdebele kwaMthwakazi noma kwaNgwane. ‎Le ngane izalwa yembethe into esamhlwehlwe enamafutha, leyo ngane iyingane yenhlanhla. ‎ Le ngane iyigugu labaphansi. Le ngane idinga nje ... qhubeka ufunde »
Umlando ngesibongo sakwaMathonsi Abantu bakwaMathonsi kuthiwa baphuma eBathenjini , kuthiwa bahlobene futhi nabantu bakwaMadondo. Endulo sibathola bakhe ngaphansi kwentaba iQhudeni ngaseNkandla. Kuthiwa abantu bakwaMathonsi baphuma kuBathembu abangoMvelase, namuhla esibathola bethe chithi saka eMsin... qhubeka ufunde »
***Izithakazelo zakwaMsezane /Mashoba***** -Mashoba! -Vezi Ngokuvez’Â amanzi! -Wena owaphuma’ esiqwini soMganu kwaphuz’ abafo nabafokazane! -Ntumbese kaPhothela! -Nina besandla esibuyekeyekana! -Skhuba abandi abathekeli! -Nina eningathekeli nto yamuntu! -Nkomo kazephusi zisengwa ub... qhubeka ufunde »