Incazelo ngentelezi uMvuthuza\Cathederal bells\Never die\ Leaf of life. Nina bakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo! Â IMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! #NguVezi lowo! Enh... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMyezane womfula (uNongameliziziba,Willow tree) Nina bakaSigquma khuluma bakuzw’umoya abasezitheni nabasemakhaya.INdudumo yakithi eMgungundlovu uMashikizela ashiye impi yakhe.UVezi kofa abantu kuyosala izibongo yizona eziyosala zibadabula,yizona eziyosala zibalilela emanxiweni.Enhla nas... qhubeka ufunde »
Umlando ngenkosi uZwide ka Langa , yabakwaNdwandwe Inkosi uZwide ka Langa yamaNdwandwe yaba ngenye yamakhosi eyabe imandla kakhulu endulo, ngezikhathi zezimpi ezaziqhubeka kweleNgabade, ezibizwa ngokuthi uMfecane.Lezo izimpi ezaziqhubeka ngeminyaka yama-1800. UMfecane izimpi lapho amakhosi ayehlasel... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMwelela kweliphesheya (Tulbaghia ludwigiana) Nina bakaSingquma kakhulumi kanamlomo ,akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo ,lona olwaqed’umuzi ngokunkenkeza!UVezi kofa abantu kosala izibongo izona ezosala zibadabula izona ezosala zibalilela emanxiweni.Ngethemba basaphila abe... qhubeka ufunde »
Incazelo ngaMasimba eNhlwathi Nina bakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu, uTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane! Enhla nasezansi ngiyabingelela yonke iNgabade , ngethemba isaphila. Yini iNhlwathi ? INhlwathi n... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoVimbukhalo \Ipomoea crassipe Hook\Wildpatata\Seletjane -se-setona Nina bakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe! UNomakhwelo iNgonyama uHlanya olusemehlweni amadoda! Ngiyayibingelela iNgabade enhla n... qhubeka ufunde »
Umlando ngoMntwana uShinganaka Mpande ka Senzangakhona: UMntwana uShingana wayezalwa yiSilo sakwaNodwengu , iSilo uMpande ka Senzangakhona . Kuthiwa wazalwa ngenkathi uYise uMntwana uMpande ewela uThukela ngo 1839,ephikela emaBhunwini ka Andries Pretorious , uNgalankulu. Â Kwakungenkathi uMntwana uM... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoGagane\ Sekelbos\ Sickle Bush\Keye: Nina bakaKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni , ngeyawo Ndlela ka Sompisi , ngeyawo Dambuza ka Ntombela !UMakhalimakhande njengeZulu lona limakhalima limandindizela ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade , kuwo wonke amag... qhubeka ufunde »
Incazelo ngoMgxamu\Weeping boer bean\Schotia brachypetala \Molope Nina bakaSimayedwa njengelanga lon alimi lodwa eZulwini, uKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni , ngeyawoNdlela ka Sompisi, ngeyawo Dambuza ka Ntombela ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade , kuzo zonke izindaw... qhubeka ufunde »