Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

 

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngeGwinsi   (uGalipiki)

Nina abakaKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi eMaphethelweni ngeyawoNdlela ka Sompisi ngeyawo Dambuza ka Ntombela! ISikhukhulane sika Ndaba esikhukhule oMame sabetshatha saye sayobalahla eziNkwazini zoThukeka! UMandasithebeni lo onjengeNsonyama !!#ISilo sakithi kwaNodwengu leso , iSilo uMpande ka Senzangakhona …..Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Lesi silwane inisibonayo kuthiwa iGwinsi igama laso , sibuye sibizwe ngoGalipiki. Uhlobo lwe Gundane olufuywayo emakhaya , othi uma ulubuka luthi alufane neMbila. Senzani lesi silwane? Nina beSilo lolu hlobo lwesilwane luy... qhubeka ufunde »

Incazelo ngaManzamnyama

Nina abakaMkhumbi gudluka sibone aMgumgedlela ! UMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani-lokhu sasiyokwenza amaGudu okubhema!UNongqayiza bayakuthibela , uthitshelwe nguMalimade , uthitshelwe ngabamhlophe abeLungu! UMgwazi kaqaqi uqaqelwa zinyoni!!#ISilo sakithi oSuthu leso , iSilo uDinuzulu ka... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSibabuli   (Sulphur Powder)

Nina aboVava lweNkunzi yakithi kwaKhethemthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili! INtulo ebande ngodonda kwaBhekuzulu! UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana! USihlangu simagqama sinamanxeba!!#ISilo sakithi eNaleni leso , iSilo uMdlokombane . Enhla nasezansi ngiyababingelela abeZulu el... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMaphuthuma   ( Tithonia  diversifolia \ Mexica Sunflower )

Nina aboVemvane luka Phunga noMageba uVemvane lumabala azibhadu ngibe ngiyaluthinta luyahwaqabala lunjengoPhunga waseBulawini , lunjengoVumakubangoma! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!! UMancwaba wezwe lamaphethelo lona lincwaba ngemikhemezelo! INdiha lebabayo enjengeSibhah... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNgwe  (Leopard)

  Nina abeSilo sakithi KwaDukuza uHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya!UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi!! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijeyeze abasinini bengoma! Inkomo eyakhala eMthonjaneni iZizwe zonke zayizwa ukulila!! #ISilo uShaka leso , iSilo ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeSivumelwano

Nina abakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo, uMashikizela ashiye iMpi yakhe, iNdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! INkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe !! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila ab... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoNginakile

Nina aboVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili , iNtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! UZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu! UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana , uQasa lukaWasa inkomo esengwa yiViyo!! #ISilo sakithi eNaleni leso , iSilo uMdloko... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMdlebe omncane (iSidletshane \iBunga \ Euphorbia cupularis )

Nina abeNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe kwaSoshangane! INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! UVezi kofa abantu kosala izibongo , yizona eziyosala zibadabula, yizona eziyosala zibalilela emanxiweni! #ISilo sakithi eMgungundlovu leso , iSilo uDingane ka S... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoGibizisila   (uMagaqana \Bowiea volubilis \Climbing Onion)

Nina abakaQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyokufa uMdlebe kwaSoshangane! INdiha le babayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! UMakhonjwa ngendololwane konje iminwe iyokhomba abanjani? USingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya! #ISilo sakithi eMgungundlovu leso! ISilo uDingan... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMgqwabagqwaba    (Erythrina latissima \uMkhakhasi\uMnqwane)

Nina abeSela lintongande lawo Baleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni!! INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!!#ISilo sakithi eMgungundlovu leso, iSilo uDingane kaSenzangakhona….. Nina be... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!