Nina abeMbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezela ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda! INkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe! #ISilo uDingane leso! Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo, ngethemba isaphila yonke iNg... qhubeka ufunde »
Nina abeSilo sakithi oSuthu uMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani? UMagalela agase njengeNkosi yaMantshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu! #ISilo uDinuzulu leso ! ISilo sakithi oSuthu. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba nisaphila nina beSilo. Cha, sisaphila thina ... qhubeka ufunde »
Nina beMbube enamandla abantu bakithi babenezindlela zokuzivikela ekushayweni ngumphezulu, bengakafiki abelungu nezikhonkwane zabo ezinde zikagesi . Kwakunezinyanga okwakuthiwa ezezulu .[izinyanga zezulu ezinjengoMphazima kaLanga wakwaNkosi Mntungwa ] Lezo zinyanga zazingongoti ekubetheleni izulu. U... qhubeka ufunde »
Nina beNdlovu enamandla ngiyakhuleka enhla nasezansi , ngethemba isaphila yonke iNgabade .Cha , thina sisaphila eMantungweni . Izolo kade ngichaza ngeSihaqa saseZimbabwe , namuhla ngithi ake ngiphose itshana eSivivaneni mayelana neSihaqa saseNingizimu Afrika. Ngishilo izilo ngathi esaseZimbabwe si... qhubeka ufunde »
Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! #ISilo uShaka leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethema basaphila abeSilo. Cha, thina sisaphila eMantungweni . Nina beSilo ... qhubeka ufunde »
Nina abakaGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amaGawu abebesi! Inkomo eyakhala eMthonjaneni izizwe zonke zayiwa ukulila! UHlabahlungu bazoshumayezana abasezitheni nabasemakhaya! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade. Ngethemba nisaphila nina beSilo, cha, sisaphila thina eMantungwe... qhubeka ufunde »
Nina abakaNowelamuva wawoShaka uMdayi sabela kwephesheya , uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu! #ISilo uMpande leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade . Thina sisabanyayisa abasizondayo. *Nina beSilo ake ... qhubeka ufunde »
Nina beSilo sakithi oSuthu uMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani? UMagalela agase njengeNkosi yaMantshali ngoba egasele uZibhebhu kwaNdunu! #ISilo sakithi oSuthu leso, iSilo uDinuzulu ka Cetshwayo! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade. Ngethemba nisaphila. Cha, thina sisaphila eM... qhubeka ufunde »
Nina aboVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili! INtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! #ISilo uMdlokombane leso! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke indawo , ngethemba nisaphila nina beSilo . Cha, thina sisaphila eMantungweni. UMadolwana Nina beSilo le Nduku... qhubeka ufunde »