Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

USomtswewu ka Sonzica ( Theophilus Shepstone)

USomtswewu ka Sonzica ( Theophilus Shepstone) Nina beSilo nango-ke uSomtswewu ka Sonzica (Theophilus Shepstone)iNgisi elivela ezibongweni zeSilo uCetshwayo uma kuthiwa “IBululu likaPhunga noMageba eladonda ukusuka kwaze kwasuka awezindlwala! OShele kaDolofu kumaQadasi(amaBhunu),oMzitshana kumaQadasi,oSomtswewu ka Sonzica kumaNkisimane(amaNgisi).Lo mfoka Williams wayewumise kabi umbuso kaZulu ngesikhathi seSilo uCetshwayo kanye neSilo uDinuzulu.Wayengomunye wamaNgisi ayehamba phambili ngokucindezela uZulu.Nguye owaqhamuka nombono wokuthi izinkomo zamaLobolo kufanele zibe iShumi nanye(11)u... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNkondlwane  (Helichrysum odoratissimum)

Incazelo ngeNkondlwane  (Helichrysum odoratissimum) Nina abeNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa umdlebe.Imbuzi ka Dambuza abayibambe ngendlebe yabekezekela,ayinjengekaMdlaka ngaseNtshobozeni yena ayibambe ngendlebe yadabula yaqeda amadoda.ISilo sakithi eMgungundlovu leso,iSilo uDingan... qhubeka ufunde »

Umlando ngoManembe ka Gagamela wakwaDumisa

Umlando ngoManembe ka Gagamela wakwaDumisa Nina beMbube eshoba liyisilikithi uGuqabadele-iNhlambamasoka uZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo!Nanso-ke inyanga yeSilo uCetshwayo uManembe ka Gagamela wakwaDumisa onguKhokho kaTshatha Ngobe(uMsakazi)ngasohlangothini lukaMa.Lalaziwa ikhubalo ku... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMasheshisa  (ISiphuthumane,Phakisang)

Incazelo ngoMasheshisa  (ISiphuthumane,Phakisang) Nina abakaZitho zimbombo zimbombonono zifana nezikadadewabo uSililo.UMgwazi kaqaqi uqaqelwa zinyoni.USomkhanda wakithi eMkhontweni okhande abezindlu nabezindlwana abezindlu bayikhexa imilolomo.UMagalela agase njengenkosi yaMansthali ngoba egasele uZ... qhubeka ufunde »

Umlando ngenkosi uSokwetshatha ka Myandeya Mthethwa

Inkosi uSokwetshatha ka Myandeya Mthethwa Nina abeZulu eladuma eNhlangwini kuBathembu aBathembu bakhweza baya ngoJama ka Mnisi,uSombangeya akasoze atshelwa ndaba uyatshelwa izindaba ugijimela ehawini!Esithombeni nina beSilo uSandile Mthethwa odlalela uSuthu.Nina beSilo ake sixoxe kancane ngenkosi uS... qhubeka ufunde »

Umlando ofinqiwe ngenkosi uPhakathwayo ka Khondlo

Umlando ofinqiwe ngenkosi uPhakathwayo ka Khondlo Nina beSilo esithombeni nguBaba uBongani Gumede onguMlingisi,udlala kwiScandal ETV.Inkosi uPhakathwayo ka Khondlo Qwabe yayibusa abantu bakwaQwabe ngesikhathi sokubusa kweLembe.Abantu bakwaQwabe baphuma kuQwabe indodana yenkosi uMalandela,uQwabe waye... qhubeka ufunde »

Umlando ngesikole iMaqhekeni High School eZimbabwe

Umlando ngesikole iMaqhekeni High School eZimbabwe Nina beSilo esithombeni wuphawu lwesikole iMaqhekeni Secondary School esiseNingizimu yezwe laseZimbabwe.UMaqhekeni wayengowakwaSithole,ezalwa uMagogo kaNzece wakwaSithole.Empeleni igama likaMaqhekeni eliqondile kwakunguMagqekeni Sithole,kodwa kwaham... qhubeka ufunde »

Umlando ngoMkhulu uSofasonke Mpanza uMsunguli weOrlando Pirates 

Umlando ngoMsunguli weOrlando Pirates  Nina beSilo le ndoda eniyibona esithombeni uMkhulu uJames Sofasonke Mpanza owayedume kakhulu ngelikaMagebhula ngezinkathi zakhe.UMkhulu uMpanza wayezalwe ngo1889 mhlaka 15 Meyi okusho ukuthi wazalwa ngesikhathi sokubusa kweSilo sasoSuthu iSilo uDinuzulu.Kwakuy... qhubeka ufunde »

USotobe ka Manyelela wakwaGazu(Sibiya)

USotobe ka Manyelela wakwaGazu(Sibiya) Esithombeni nguKay Sibiya,uMlingisi.Nina abakaNomakhwelo iNgonyama uhlanya olusemehlweni amadoda!Ake sibheke umlando weqhawe lakwaSibiya uSotobe ka Mpangalala.Nawo sizowukha phezulu kuhle komuntu ekha amasi ngoba mude kakhulu.Abantu bakwaSibiya nabo bawuzalo lw... qhubeka ufunde »

Isikole iPhalane Primary School

Isikole iPhalane Primary School Nina abeMpunzi ka Ndaba abayibambe ngandlebende phezu kukaLangakazi yadlamuluka yadla amadoda!UGuqabadele iNhlambamasoka iSinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu!UJininindi lowo,iSilo sakithi oNdini.Esithombeni nina beSilo izingane zeSkole iP... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!