Incazelo ngamaqanda ka Xamu Nina bakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu,uTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane.ISikhukhulane sikaNdaba esikhukhule oMame sabetshatha saye sayobalahla ezinkwazini zoThukela!ISilo uMpande leso, iSilo sakithi kwaNongwengu.Ngethemba nisaphila nina beZulu eliphezulu.Sisaphila thina kwaSokhumalo Amaqanda ka Xamu Amaqanda ka Xamu ayiSibunge esihle seBhizinisi.Aye athakwe kwiZibunge zeBhizinisi ,athakwa neminye nemithi yokudonsa.Mahle kakhulu kakhulu nasemfuyweni, awuMkhumiso wezinko... qhubeka ufunde »