Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye , ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe! UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbul’amaGawu abebesi! UZulu lizayo khwezan’abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela ! IGwija likaMdlaka ligwegwe lij... qhubeka ufunde »
Nina baka Singquma kakhulumi akanamlomo akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo lona olwaqed’umuzi ngokunkenkeza! uQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyokufa uMdlebe kwaSoshangane!! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abakaJininindi ka Ndaba omnyama. Cha, thi... qhubeka ufunde »
Inkosi uTshanibezwe yayizalwa inkosi uMnyamana ka Ngqengelele Buthelezi . Inkosi uMnyamana yagqama kakhulu ngezikhathi zokubusa kweziNgonyama oCetshwayo kanye noDinuzulu. Ngesikhathi sokubusa kweSilo uCetshwayo inkosi uMnyamana yabe inguNdunankulu ka Zulu. Ngesikhathi sokubusa kweSilo uMpande... qhubeka ufunde »
Nina abakaKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane amanye amakhaba emila izixexelegu! UHlamvana bhul’umlilo eNdulinde ububaswe uMantshonga benoGqelebana ! UZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo!! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba nisaphila nina beSilo . Cha thin... qhubeka ufunde »
Nina abakaKhawuleza Nkume ka Ndaba uyoyifica imizi emaphethelweni ngeyawo Ndlela ka Sompisi , ngeyawo Dambuza ka Ntombela! UTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane!! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, kuwo wonke amagumbi omh... qhubeka ufunde »
Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela , uGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbul’amaGawu abebesi! IGwija likaMdlaka ligwegwe liyez’abasini bengoma! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Cha, thina s... qhubeka ufunde »
Nina abakaZitho zimbombo zimbombonono zifana nezikaDadewabo uSililo! UCala lathethwa ngomkhonto kithi kwaMalandela amanye amacala ethethwa ngezindukwana! UMpondo zamila enjeni engabe enkomeni zesabani? Enhla nasezansi ngiyayibingela yonke iNgabade kungu mhla weShumi nambili kuApreli{uMbasa}... qhubeka ufunde »
Nina abakaSingquma kakhulumi akanamlomo akanjengoDlondlwane lwakithi kwaBulawayo lona olwaqed’umuzi ngokunkenkeza ! INzima yakithi ewukwena koMkhumbane khona kwena kungafakwa lunyawo! UGaga ngamanzi angawesi mlomo, amanz’odwa asal’ababaze! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade... qhubeka ufunde »
Nina beSilo sakithi eNaleni uSihlangu simagqabha sinamanxeba , uVava lwenkunzi yakithi kwaKhethomthandayo ayigwebi ichoma ngazo zombili! UZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu! Nina beSilo lo muthi eniwubona esithombeni kuthiwa uMhlonishwa igama lawo lesiZulu. NgesiBhunu ubizwa ngeBloukeur... qhubeka ufunde »