Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngoNukani igxolo{BlackStinkwood}

Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe! IGwija lika Mdlaka ligwegwe lijyeze abasini beNgoma! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Cha, thina sisaphila eMantungweni kungu mhla wesine kuMbasa{EPhreli} onyakeni ka 2023. Nina beSilo lo muthi eniwubona esithombeni kuthiwa uNukani ngesiZulu. NgesiXhosa ubizwa ngoMhlungulu. NgesiBhunu kuthiwa iStinkhout , noma iSwartstinkhout, noma iLaurelhout. NgeBotanical name kuthiwa Ocotea bullata . NgesiNgisi uNuka... qhubeka ufunde »

Umlando  ngoMntwana uMshiyeni ka Dinuzulu .

      Umlando ngoMntwana uMshiyeni ka Dinuzulu UMntwana uMshiyeni okwaqanjwa ngaye iSibhedlela esiseThekwini  iPrince Mshiyeni  Hospital wayezalwa yiSilo sasoSuthu iSilo uDinuzulu,kwiNdlovukazi uSilomo ka Ntuzwa Mdlalose . INdlovukazi uSilo yaba ngenye yamakhosi eSilo uDinuzulu eyak... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoVukakwabafile\uMazifisa\Ressurrection Plant\ Myrothamnus flabellifolius .

  Nina abeGwija lika Mdlaka ligwegwe lijiyeze abasini bengoma! UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! Nina beSilo ngiyanibingelela enhla nasezansi kungumhla wokuqala kuNhlaka{uMeyi} onyakeni ka 2023. Ngethemba nisaphila nina beSilo, cha eMantungweni  s... qhubeka ufunde »

Leboko La Bahurutse

Leboko La Bahurutshe Ba ga Mmamokgatiti wa lewa Tshwene ke naiwa mmele Makopong ga ke naiwe Ke sirelediwa ke seriba Tshwene fa di ya masimo Go eta tshwenegadi pele Rotwe a sale kwa morago A sale a di retolola Ke ne ke fudile, ka tlatsa Ka kgopiwa, ka relela, ka wa Papalo tsa ya le maritse Matlapa’... qhubeka ufunde »

Leboko la Bamalete

  Matebele a mantsho a ga masodi a Mphela A ga selala le namane letlhakoleng Di robaroba matlhakola Di a robarobile fela di sa tla go a lala Di tsoga di gopola letlhakola lengwe Di tlhaolela nageng Namane tse di dinaka di diobe E re fa a re ‘gou’ di bo di re ‘goo’, Kgodu... qhubeka ufunde »

Incazelo Nhlalayenzeka\uTshanibezwe\Dianthus mooiensis

    Nina abakaKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala! UZulu lizayo khwezani  abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela ! UGawu bazawuliluma bazawuliphimisa bakhumbule amagawu abebesi! Nina beSilo ngiyanibingelela enhla nasezansi, ngethemba nisaphila... qhubeka ufunde »

UMnukelambiba (Clausenia anisate,Horsewood,Munukha-vhaloi)

  Incazelo ngoMnukelambiba Nina abeNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi,uMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele.UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose.UNgalo zimqingo ngoba ziyakwazi ukuphatha iSibhamu zinjengezabeSuthu bakoFebane.Enhla nasezansi ngiyazibingelela ... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMkhoma\Whale..

  Nina abakaNdaba omuhle kakhulu uNdaba ngiyameba ngimuke naye ngimbuke kuze kwehle nezinyembezi kube sengathi ngibuka isihlahla soMdlebe. UKlebe engimbone ukwehla kwezikaMangcengeza kwathi kwezikaPhungashe wanyamalala. Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgadade , ngethemba basaphila abeSi... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeNqe (iZwangomoya\IDlanga\Vulture )

Nina abakaSihlangu simagqabha sinamanxeba , uVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili! INtulo ebande ngodongva kwaBhekuzulu , uNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana !! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kungumhla wamashumi amabili nesishiyagalo mb... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMaguqu (Maesa lanceolata)

  Incazelo ngoMaguqu  Nina abeNtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu uZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu.UVava lweNkunzi yakithi kwaKhethomthandayo kayigwebi ichoma ngazo zombili.UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana.Enhla nasezansi ngethemba zisaphila iziNgabade.Le nduku eniy... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!