Indabuko Yakho
Inqolobane yomlando kaZulu

Ama-categories

Imithi yesintu (Izincazelo nezithombe)

Incazelo ngoBande lwamaNdawe (Greyia sutherlandii)

  Incazelo ngoBande lwaMandawe  (Greyia sutherlandii) Nina abeKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane amanye amakhaba emila izixexelegu.UZulu eladuma obala lapho kungeMunga kungeMtholo! USinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu.Ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu Lwenzani uBande lwamaNdawe Nina beSilo lona umuthi usetshenziswa kakhulu ngabantu bemimoya,ikakhulukazi iZangoma noThwasa.Kahle-hle uma kukhulunywa ngomNdawe kusuke kukhulunywa ngedlozi langasohlangothini lukaMama,idlozi lakoMalume,linomusa kakhulu,liyephana.Lo muthi unamakha anuka kamnandi uma uwuhogela.U... qhubeka ufunde »

Incazelo ngomNdiki, umaNdawe, amaPhupho, imiNdawu,aBalozi kanye neminye imimoya:

    Nina bakaZulu zizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela ! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade . Nina beSilo ake sibheke izinhlobo zemimoya, kanye nezifo ezimbalwa ezibaphazamisa kakhulu abantu abansundu ikakhulukazi enzalweni. AmaNdiki: Lona umoya omuntu ong... qhubeka ufunde »

Incazelo ngeZingubo zokwelapha zesintu, ukuthwasa ,kanye nokuhluka kwaMabhayi:

Kuloba uNelisiwe Hlongwane ,weLwazi Programme:: Abelaphi bendabuko banezingubo abazigqokayo uma beqhuba umsebenzi wabo wokwelapho. Lezingubo noma izimpahla ziyakwazi ukuthi zibaveze njengabantu abenza lomsebenzi ngoba azigqokwa yinoma ngubani. Lapha sizobheka ukuhlukana kwazo lezingubo ngemibala nok... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMvalasangweni ( White gardenia, Forest Gardenia, Wild Gardenia )

Nina abakaNgalo simqingo ngoba ziyakwazi ukuphatha iSibhamu zinjengezabeSuthu bakoFebane! INgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kuwumhla zinhlanu kuMbasa onyakeni ka 2023. Nget... qhubeka ufunde »

Umlando ngesizwe samaNdebele asesifundazweni saseMpumalanga:

  Isizwe samaNdebele namuhla sisithola esifundazweni saseMpumalanga , endaweni ebizwa ngaso , okuthiwa kukwaNdebele. INzalabantu yesizwe samaNdebele kuthiwa uNdebele , owabe engenye yamadodana enkosi uMnguni ka Ntu, okuthiwa nguyena odabula wonke amaNguni. Lesi sizwe samaNdebele asihlobene naba... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMgogiwezinhlanya\uMazwenda\Dwaba-berry \Dwababessie\Monanthotaxis caffra :

Nina abeSela lintongande lawoBaleka lithabathe uMshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni! uSingquma khuluma bakuz’umoya abasezitheni nabasemakhaya !! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade kuwumhla wesibili kuMbasa onyakeni ka2023. Ngethemba basaphila abeSilo, cha thina eMantun... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoBangalala\Eriosema distinctum\Scarlet Eriosema distinnctum:

  Nina bakaZitho zimbombo zimbombonono zifana nezikaDadewabo uSililo! Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo sakithi oSuthu. Ngethemba nisaphila nina beZulu eliphezulu! Cha, thina sisaphila eMantungweni kuwumhla wesibili kuMbasa onyakeni ka 2023. Nalo-ke uBangalala nina beSilo . Le Nduku iwum... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMpikayiboni \Cephalaria humilis:

  Nina abakaGawu bazawuliluma bawuliphimisa bakhumbul’amagawu abebesi! UZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibakelela! INkomo eyakhal’eMthonjaneni izizwe zonke zayizw’ukulila! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kuwu mhla wamashumi amathathu nanye kuNdasa , onyakeni... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMlomomnandi\Liquorice\Glycyrrhiza glabra:

Nina abakaMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele ,uNgalo zimqingo ziyakwazi ukuphatha iSibhamu sinjengezabeSuthu bakoFebane! INgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi! Enhla nasezansi ngiyayibingelela iNgabade kuwumhlaka wamashumi amathathu kuNdasa onyakeni ka 2023. Ngethemba bayaph... qhubeka ufunde »

Incazelo ngoMnyamathi \uMathunzentaba\Cape Ash\Ekebergia capensis:

  Nina abeNgqongqo yemikhonto iyazibanga izililo iyazibanga izinyembezi , uMudli weNguyazana eyedwa kwaNolele! UNgalo zimqingo ziyakwazi ukuphath’iSibhamu zinjengezabeSuthu bakoFebane! UMagwaza ayiqhube ayise eKhakonina kwaSothondose! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemb... qhubeka ufunde »

error: Akuvumelekile lokho !!